Mnike
Afrotraction
4:50Aw ngaze ngadedela yonk' i-bonus, Indaba isek'theni nje ng'funa ukuba b'thebelele nawe. Woza nunu! As'jabule sthandwa sami, Skhohlwe ngezinkinga, Iskhathi sethu dali As'jabule nunu, Skhumbule ukuthi siyathandana Ololo ngiyakunika iskhathi sami Nginike nawe dali Asambe siyokwenz'okufunwa uwe Asambe sokudla i-favourite yakho, Askhohlwe ngokunye Dali (Dali) S'jabule so babili yee. Asbhekane mina nawe, (eh ah eh) Skhohlwe ngabanye s'bheke eyama nawe, (eh ah haa) Letha kim' umzimba wakho we Dali eh (eh ah eh) Sithi nje uk'shona phansi kancane kancane (eh ah) Namhlanje yimi nawe yimi nawe (ah he ah he) Izinkinga beka le beka le (eh ah haa) Asizitike mina nawe (ah he ah he) Athi ngijike kuATM ngiland'u-cash skhon'ukwenza. As'jabule sthandwa sami Skhohlwe ngezinkinga Iskhathi sethu Dali. As'jabule Nunu Skhumbule ukuthi siyathandana Ololo ng'yakunika iskhathi sami Nginike nawe Dali. Asambe siyokwenz'okufunwa uwe, (nanananana) Asambe sokudla i-favourite yakho Askhohlwe ngokunye Dali S'jabule so babili yeah Mina ngifun'ukwenza sure Ukuthi ubuthebelele mntakwethu (ah he ah he) Ngithath'ung'beke kwanhliziyo ngise Ang'bambek' uma nginawe, ang'bambeki yeah Namhlanje yimi nawe, yimi nawe. (ah he ah he) Izinkinga beka le, beka le (nalena eya) Asizitike mina nawe, (ah he ah he) Athi ngijike kuATM ngiland'u-cash skhon'ukwenza. As'jabule Sthandwa sami Sikhohlwe ngezinkinga Iskhathi sethu Dali. As'jabule Nunu Sikhumbule ukuthi siyathandana Ololo ngiyakunika iskhathi sami, Nginike nawe Dali Asambe siyokwenz'okufunwa uwe (nanananana) Asambe sokudla i-favourite yakho Askhohlwe ngokunye Dali (my Dali) S'jabule so babili yeah Shona phansi my Dali, ehh Nakho-ke my Dali, Jabula nami my Dali, ehh Nakho ke my Dali. Shona phansi my Dali, eh Nakho ke my Dali, Jabula nami my Dali, eyy Nakho ke my Dali. Shona phansi my dali, eh Nakho ke my dali Jabula nami my Dali, eh hee Nakho ke my Dali Jabula nami Baby Jabula nami Sweety my Dali Jabula nami Nunu, eh Jabula nami Mntakwethu Eh eh jabula nami!