Mtjele
Afrotraction
3:46Ngamthand'umuntu Ngingamaz'ukuthi uvelaphi Ngamthand'umuntu Ngamnik'inhliziyo yami Ngafik'endaweni Kugcwel'abant'abahle Kwangena losisi obashaya bonke Indawo yakhanya ngobuhle bakhe Kwaguquka wonk'umunu Inhliziyo yam yagiya ngaphakathi Hayi sukani ngiyamvuma losisi Ngamthand'umuntu Ngingamaz'igama Ngamthand'umuntu Ngingamaz'ukuthi uvelaphi Ngamthand'umuntu (Oh ngamthand'umuntu) Ngamnik'inhliziyo yami Wena um'ungena endaweni Kutshintsh'isimo yebo Igama lakho libhaliwe ebusweni Nobuhlekazi Indawo iyakhanya ngobuhle bakho Kuguquka wonk'umuntu Inhliziyo yam iyagiya ngaphakathi Hayi sukani ngiyamvuma losisi Ngamthand'umuntu Ngingamaz'igama Ngamthand'umuntu Ngingamaz'ukuthi uvelaphi Ngamthand'umuntu (Oh ngamthand'umuntu) Ngamnik'inhliziyo yami I'm not the kind of guy Ovel'asangane ngathi ingane encane Kodwa ngiyakutshela This is the kind of woman Ozofun'ukumshada uqala nokumbona Hayi sukani ngiyasivuma lesimomondiya Ngamthand'umuntu Yeah (Ngingamaz'igama) Ngingamaz'igama (Ngamthand'umuntu) Yeah (Ngingamaz'ukuthi uvelaphi) Ngamthand'umuntu (Oh ngamthand'umuntu) Ngamnik'inhliziyo yami Ngamthand'umuntu Thand'umuntu, thand'umuntu (Ngingamaz'igama) Oh (Ngamthand'umuntu) Thand'umuntu (Ngingamaz'ukuthi uvelaphi) Ngamthand'umuntu (Oh ngamthand'umuntu) Ngamnik'inhliziyo yami Oh, oh, oh Ngamthand'umuntu ma Oh, oh, oh Ngamthand'umuntu Oh, oh, oh Ngamthand'umuntu Yelele yelele (Oh, oh, oh) Ngamthand'umuntu mina Oh, oh, oh