Mtjele
Afrotraction
3:46Ngiyakuthembisa Ngiyohlala ngikwenz'ujabule Ngiyakuthembisa Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe Ngiyakuthembisa Ngiyohlala ngikwenz'ujabule Ngiyakuthembisa girl Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe Noma kunezinkinga between us Angeke lishon'ilanga Ngingakukhulumisi babe Angeke babe, angeke I'll make sure ukuthi awukhathali ukuba nami Ngifuna sibambane ngezandla And always be happy Ebumnandini Nasebunzimeni Ngobambelela kuwe baby Kuze kuse ekufeni Noma kwenzekani I promise (I'll always be there) Oh girl (Inhliziyo yakho) Oh (Ngoyiphathis'okwengilazi) Ngiyakuthembisa Ngiyohlala ngikwenz'ujabule Ngiyakuthembisa Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe Hmmm Ngiyakuthembisa baby, baby Ngiyohlala ngikwenz'ujabule Ngiyakuthembisa girl Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe Futhi uhlale waz'inhliziyo yam Ifuna wena wedwa Ithanda wena wedwa My dali yes baby Woza ngikubonise Ngezenzo ngikukhombise Ngikuthand'ukudlula konke Enginako emhlabeni Ebumnandini Nasebunzimeni Ngobambelela kuwe baby Kuze kuse ekufeni Noma kwenzekani I promise (I'll always be there) Mntakwethu (Inhliziyo yakho) Oh (Ngoyiphathis'okwengilazi) Ngiyakuthembisa mina Ngiyohlala ngikwenz'ujabule Hey baby ngiyakuthembisa Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe Hmmm Ngiyakuthembisa baby Ngiyohlala ngikwenz'ujabule Hmm ngiyakuthembisa girl Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe Ngiyakuthembisa, ngiyakuthembisa Noma kwenzekani (Noma kwenzekani) I promise (I'll always be there) Hey darling (Inhliziyo yakho) Oh mina (Ngoyiphathis'okwengilazi) Oh, oh (Noma kwenzekani) I'll always (I'll always be there) Themba mina baby (Inhliziyo yakho) (Ngoyiphathis'okwengilazi) Noma kwenzekani (Noma kwenzekani) I promise (I'll always be there) Ngokuphatha kahle babe (Inhliziyo yakho) Eyakho (Ngoyiphathis'okwengilazi) Noma kwenzekani (Noma kwenzekani) I promise (I'll always be there) I'll always be there (Inhliziyo yakho) Inhliziyo yakho (Ngoyiphathis'okwengilazi) Ngiyakuthembisa Ngiyohlala ngikwenz'ujabule Ngiyakuthembisa Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe Yeah, yeah, yeah, yeah, oh, oh