Ulaka
Amalunga
3:48Wobuy’ubuye we mntanomuntu ng'sak'thanda Ngilinde wena sthandwa hamb’ubuy’uyong'fica la wangishiya khona Wobuy’ubuye we mntanomuntu ng'sak'thanda Ngilinde wena sthandwa hamb’ubuy’uyong'fica la wangishiya khona Wobuy’ubuye we mntanomuntu ng'sak'thanda wo namanje ngisak'lindile Mangabe ngikonile mntakwethu masihlale phansi sikhulume Mangabe ngikonile mntakwethu masihlale phansi sikhulume Ng'xolele mntanomuntu yehlis’umoya wakho Ng'xolele mntanomuntu yehlis’inhliziyo yakho Incenge mntanami izovuma Wobuy’ubuye we mntanomuntu ng'sak'thanda Ngilinde wena sthandwa hamb’ubuy’uyong'fica la wangishiya khona Wobuy’ubuye we mntanomuntu ng'sak'thanda (wo namanje ngisak'lindile) Wobuy’ubuye we mntanomuntu ng'sak'thanda (namanje ngisak'lindile) Mangabe ngikonile mntakwethu masihlale phansi sikhulume Mangabe ngikonile mntakwethu masihlale phansi sikhulume Ng'xolele mntanomuntu yehlis’umoya wakho Ng'xolele mntanomuntu yehlis’inhliziyo yakho Incenge mntanami izovuma Ng'xolele mntanomuntu yehlis’umoya wakho Ng'xolele mntanomuntu yehlis’inhliziyo yakho Incenge mntanami izovuma