Inkonz' Enhle
Amalunga
4:53Ilikhun’impilo esiy'phila kulelizwe kodwa siyabekezela nje noma kunzima Ilikhun’impilo esiy'phila kulelizwe kodwa siyabekezela nje noma kunzima Kodwa kulikhuni kunzima noma kunzima Kodwa kulikhuni kunzima Ilikhun’impilo esiy'phila kulelizwe kodwa siyabekezela nje noma kunzima Ilikhun’impilo esiy'phila kulelizwe kodwa siyabekezela nje noma kunzima Kodwa kulikhuni kunzima noma kunzima Kodwa kulikhuni kunzima Kuleminyaka eyadlula sasikhala ngendawo yokulala umsebenz’ukhona Kuleminyaka eyadlula sasikhala ngendawo yokulala umsebenz’ukhona Kodw’umsebenz’ukhona Awubheke nje namhlanje mina angazi ngolala ng'dleni Awubheke nje namhlanje mina angazi ngolala ng'dleni la emkhukhwini Manje ngiguga namandl’ami ng'yaw’fun’umsebenzi kodwa angiw'tholi Manje ngiguga namandl’ami ng'yaw’fun’umsebenzi kodwa angiw'tholi Manje ngiguga namandl’ami ng'yaw’fun’umsebenzi kodwa angiw'tholi Ilikhun’impilo esiy'phila kulelizwe kodwa siyabekezela nje noma kunzima Ilikhun’impilo esiy'phila kulelizwe kodwa siyabekezela nje noma kunzima Kodwa kulikhuni kunzima noma kunzima Kodwa kulikhuni kunzima Kuleminyaka eyadlula sasikhala ngendawo yokulala umsebenz’ukhona Kuleminyaka eyadlula sasikhala ngendawo yokulala umsebenz’ukhona Awubheke nje namhlanje mina angazi ngolala ng'dleni la emkhukhwini Awubheke nje namhlanje mina angazi ngolala ng'dleni la emkhukhwini