Notice: file_put_contents(): Write of 616 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Amalunga - Umuntu | Скачать MP3 бесплатно
Umuntu

Umuntu

Amalunga

Альбом: Umakhwapheni
Длительность: 4:34
Год: 1999
Скачать MP3

Текст песни

Ungamboni ngob’ethu’ethule nje bes'ucabang’ukuthi uyisilima
Ngoba nay’uthule nje awumazi ukuthi ucabangani

Umuntu lo awumazi ukuthi ucabangani

Umuntu lona ulal’ephenduka umuntu noma imuphi ubomhlonipha

Hhaybo ungambukeli phansi umuntu incwad’engafundeki wendoda