Notice: file_put_contents(): Write of 637 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Andile Kamajola - Umusa | Скачать MP3 бесплатно
Umusa

Umusa

Andile Kamajola

Длительность: 4:09
Год: 2017
Скачать MP3

Текст песни

Ningibona nginjena nje yebo wumusa
Ningibona nginjena nje yebo wumusa

Ningibona (Ningibona nginje)
Wumusa bazalwane (Wumusa)
Ningibona (Ningibona nginje)
Ningibona, ningibona (Wumusa)

Ningibona (Ningibona nginje)
Akuwona amandla ami wumusa wakho (Wumusa)
Ningibona, ningibona, ningibona (Ningibona nginje)
Ningibona (Wumusa)

Ningibona (Ningibona nginje)
Ningaze nidideke nithi ukwenza kwami (Wumusa)
Ukwenza kwaSimakade ningibona (Ningibona nginje)
Ningibona ha (Wumusa)

Umusa wang'susa lena (Wangisusa la)
Wang'thatha wangiphakamisa (Wangibeka le)
Umusa bazalwane(Yebo wumusa)

Wangithath'umusa (Wangisusa la)
Wangithatha (Wangibeka le)
Wangibeka lena (Yebo wumusa)

Seningibona ngingcono (Wangisusa la)
Hawu kwafik'umusa (Wangibeka le)
Bantwana basekhaya kwafik'umusa (Yebo wumusa)

Kwafik'umusa wang'thatha (Wangisusa la)
Wangenza lokho engiyiko (Wangibeka le yebo wumusa)

Yebo awungidelanga umusa (Wangisusa la)
Wehla weza kimi (Wangibeka le)
Wang'thatha umusa (Yebo wumusa)

(Wangisusa la)
Wangibeka lena (Wangibeka le)
Wangibeka lena (Yebo wumusa)

Ningibona nje (Ningibona nginje)
Ak'wona ukwenza kwami (Wumusa)
Yimisebenzi kaJesu lena (Ningibona nginje)
Yimisebenzi yeWundlu lena, hayi umusa (Wumusa)

Ningibona Baba (Ningibona nginje)
Ningibona Baba (Wumusa)
Mina angeke ngenze lutho kub'umusa awufikanga (Ningibona nginje)
Ngiyabonga, ngiyabonga (Wumusa)