You And I (Feat. Mlindo The Vocalist)
Riky Rick
Kuzolunga Noma yin’imvula uhlale wazi, ukuthi lsazokhanyilanga Awu noma yin’imvula uhlale wazi, ukuthi lsazokhanyi langa Mfowethu njobukhala Sazojabula ksasa (Sazojabula) Dadewethu njobukhala (Njobukhala njalo) Nawe uzojabula ksasa Noma yin’imvula uhlale wazi ukuthi lsazokhanyilanga Awu noma yin’imvula uhlale wazi ukuthi lsazokhanyi langa Mfowethu njobukhala Sazojabula ksasa (Sazojabula) Dadewethu njobukhala (Njobukhala njalo) Nawe uzojabula ksasa Kubuhlungu ngyazi, thembulahlile ngyazi Nalengane oymithi njengamanje, awyazi uzoyondla ngani Mdali uzoyenziplani Babuzoyenziplani Ngobokungenzeki k'bantu Ohh kuyenzeka kuye Ngabokungenzeki k’bantu Ohh kuyenzeka kuye Maye okungenzeki kbantu Ohh kuyenzeka kuye Noma yin’imvula uhlale wazi, ukuthi lsazokhanyilanga Awu noma yin’imvula uhlale wazi, ukuthi lsazokhanyi langa Mfowethu njobukhala Sazojabula ksasa (Sazojabula) Dadewethu njobukhala (Njobukhala njalo) Nawe uzojabula ksasa Noma yin’imvula uhlale wazi ukuthi lsazokhanyilanga Awu noma yin’imvula uhlale wazi ukuthi lsazokhanyi langa Mfowethu njobukhala Sazojabula ksasa (Sazojabula) Dadewethu njobukhala (Njobukhala njalo) Nawe uzojabula ksasa Okwamanje mhlampe nje akuhambi kahle Eskoleni mhlampe nje awuphasi kahle Emphantweni mhlampe nje akuhambi kahle Ngokuzama ukufeza amaphupho bathi nje awuthathi kahle Ngiyazi indabuko iyaficana Ukujabula kuyashintshana Ungakhala ngobuhlungu ubusuku nemini But mawuthi uyakbuka buya teacher Cha cha cha cha okubi angikugqugquzeli Makukubi asibaduduzeni Ngithi mina qina khohlwa enkosini Igolide uligubhe ubheke Nakuwe kuyoze kulunge Nakuwe kuyoze kuhlume Mawuqhubeka kuyoze kuvume Ngoba ezinomdali ayisoze bune Liyoze line nangakini Kuyoze kmile nangakini Inkosi iyoze ime nangakini Then inhlanhla iyoza seyiza kabili Usazojabula ksasa Inhlungu zisazonqamuka ksasa Inkosi isazokutakula phansi And mfwethu bazojabula ekhaya Noma yin’imvula uhlale wazi, ukuthi lsazokhanyilanga Awu noma yin’imvula uhlale wazi, ukuthi lsazokhanyi langa Mfowethu njobukhala Sazojabula ksasa (Sazojabula) Dadewethu njobukhala (Njobukhala njalo) Nawe uzojabula ksasa Noma yin’imvula uhlale wazi ukuthi lsazokhanyilanga Awu noma yin’imvula uhlale wazi ukuthi lsazokhanyi langa Mfowethu njobukhala Sazojabula ksasa (Sazojabula) Dadewethu njobukhala (Njobukhala njalo) Nawe uzojabula ksasa