Umgani Wakho (Feat. Aubrey Qwana)
Anzo
4:33Nhliziyo zibovu zifana negazi Obaba bafela empini sisebencane Nhliziyo zibovu zifana negazi Obaba bafela empini sisebencane Kwake kwakhala inganono, kwakhala inganono Kwakhala inganono, kwakhala inganono Kwavalwa ngehlahla Wemf’wethu kuyokhala inganono kuyokhala inganono Kuyokhala inganono kuyokhala inganono kuvalwe ngehlahla Izimpi zombango (Zasibuyisela emuva wendlu emnyama) Izimpi zombango (Zasibuyisela emuva wendlu emnyama) Nkabi yam mas’uthinta ezezimpi, ngyathunukala Kvuk’ ulaka, kshuthi selice nathi izukulwane Okush ukuthi namanj’ akukabibikho okuguqukayo Ama tribe asalwela unumber one kweyithuthukayo Angisayiphathi eyamapolitiki yavusa enkulu impi Uk’hlukaniswa kwama party kwahlukanisa isizwe Bathi abanye kunokuthi sizwe ngani ngamane silwe Inyembezi zawela phantsi kwamanzi lashon ipiki Obaba bashona sisebancane Obaba bashona bafel abanye Ulaka lasithola sisebancane Abanye abakhula basebancane Nabany ababesa babaeswei amandla Sicel uk’khanyiselwa kulendl'emnyama Sicela nikhipi ukunyanyana kulendi’ emnyama Sicela ofak’ ulaka la ezolilanda Ngibon umuntu omnyama ehleli phez komnyama Nhliziyo zibovu zifana negazi Obaba bafela empini sisebencane Nhliziyo zibovu zifana negazi Obaba bafela empini sisebencane Kwake kwakhala inganono, kwakhala inganono Kwakhala inganono, kwakhala inganono Kwavalwa ngehlahla Wemf’wethu kuyokhala inganono kuyokhala inganono Kuyokhala inganono kuyokhala inganono kuvalwe ngehlahla Izimpi zombango (Zasibuyisela emuva wendlu emnyama) Izimpi zombango (Zasibuyisela emuva wendlu emnyama) Njalo mangibhek emuva ngyazibuza ukuthi ngabe sasilwelan, ngabe sasilweni Ukube sakhetha ukbambisana ngabe sakhelana, ngabe sacebsana Yaz ngabe sasekana Awucabange nje endlini emnyama ngabe ise canaan Bheka manje phuma ehostela nje uyolwela iparty But mayime kakhle igama lehostela nje ayiliphathi Ake sithi ke kyenzeka iparty yakho ihole icountry Ucathi labantu owawubalwisa bazoxoshwa kwi country Cha coz ukungazwani kwethu kubulala thina Omunye umuntu engakhetha ukungaqashi kunokfaka mina Sikhetha ukjabulisa abantu abazama, uk’xabanisa thina Kanti masingabambisana kungagcina, kudlondlobala thina Kuyoba nini nje sibulalana sodwa Abantu bakithi beathelana bodwa Nowazi indlela senqab ukuyikhomba Sibulalana endaweni yokwenza imali yokondla Nhliziyo zibovu zifana negazi Obaba bafela empini sisebencane Nhliziyo zibovu zifana negazi Obaba bafela empini sisebencane Kwake kwakhala inganono, kwakhala inganono Kwakhala inganono, kwakhala inganono Kwavalwa ngehlahla Wemf’wethu kuyokhala inganono kuyokhala inganono Kuyokhala inganono kuyokhala inganono kuvalwe ngehlahla Izimpi zombango (Zasibuyisela emuva wendlu emnyama) Izimpi zombango (Zasibuyisela emuva wendlu emnyama)