Ukiss
Aubrey Qwana
3:24U'Aunti ebengthumile wathi angihambe ngyonana, ngyonana Wathi ngiphuthume netiye selqala no'kubanda, nok'banda Wathi angimcelele ushukela obrown Ngoba akawuphuzi omhlophe Novalo langithi heqhe kwavele kwathi angifome Angazi ukuthi ngenzenjani (oooohha sengqonyiwe) Angazukuthi ngenzenjani Akazi nginentombi Akazi nginentombi Kwamakhelwane Akazi nginentombi Akazi nginentombi Kwamakhelwane Hhayibo Aunti usukhohliwe ukuthi nginamahloni nje Ngempela sonto lomtwana bengimthembise izulu nomhlaba Kungesampondo zankomo namhlanje mina ngzonana Uzothini ulavi mangifika Uzothini Hhayibo Aunti celanjungchazele Thina sizonana kuze kubenini Ngenkathi ubhaka izolo ubungthume nokhlim Wangiphazamisa nje ng'sabuka amafilim Engani nzamile nje (ngiklethelumfazi) Amaphupho ami ashabalele (ngiklethelumendo) Engani nzamile nje (ngiklethelumfazi) Amaphupho ami ashabalele (ngiklethelumendo) U'Aunti ebengthumile wathi angihambe ngyonana, ngyonana Wathi ngiphuthume netiye selqala no'kubanda, nok'banda Wathi angimcelele ushukela obrown Ngoba akawuphuzi omhlophe Novalo langithi heqhe kwavele kwathi angifome Angazi ukuthi ngenzenjani (oooohha sengqonyiwe) Angazukuthi ngenzenjani Akazi nginentombi Akazi nginentombi Kwamakhelwane Akazi nginentombi Akazi nginentombi Kwamakhelwane Akazi nginentombi Akazi nginentombi Kwamakhelwane Akazi nginentombi Akazi nginentombi Kwamakhelwane Akazi nginentombi Akazi nginentombi Kwamakhelwane