Bekezela (Old Version)
Bekezela
6:13Kudala he Amasiko esahlonitshwa Lendlela zokuphila zisabalulekile Abantwana abancinyane intandane Bebekhula kakuhle Futhi bebakha imizi ecweleyo Enganyikinyekiyo ngoba Ubuthu ungabina intombi enhle Kangakanani na (kangakanani na) Vele uyotshela ubabakazi Ayihlole ayihlolisise eh Athi bana ekunikeza ilungelo Ikuqome uyi shade nayo Akunikeze ilungelo ikuqome Obabakazi bebeqakathekile ekukhuleni kwethu Obabakazi bebeqakathekile ekukhuleni kwethu Obabakazi bebeqakathekile ekukhuleni kwethu Obabakazi bebeqakathekile ekukhuleni kwethu Bebefundisa abantwana abancinyane intanga leyi Ukulondoloza bakhusele imizimba yabo Khona manje ukumfunyamfunyana lokhu Sebekwenz' umdlalo heyeyi Bebefundisa abo malokazana Ukuhlonipha ago babazala hey Bebefundisa abo mama abdala Ukuba bahloniphe balondoloze amasiko nemvelaphi yethu Manje bathola ithuba sebeshon' ebhawa Begidisele inama hey (kuyayangisa lokhu) Uthole ukugigwana okumele ngabe udcin'ugogo ekhaya le Kugid' ezpotheni labazukulu Ku trender kuma facebook nakuma tweeter Ukuthola kuma instergram Uwathola kuma social media Wo laf' elihle laf' elihle saphel' isizwe he Saphel' isizwe oh baphela ubuntu bethu Saphel' isizwe Bashonaphi na washonaphi Bashonaphi na washonaphi Bashonaphi na washonaphi Bashonaphi na washonaphi Bashonaphi na Bheka ingculazi seyishaye yabhuqa Intanga encinyane leyo Ingculazi seyishaye yathintitha Abantwana abancinyane Kube bebekhona obabakazi yho (bashonaphi na) Kube bebezo khuluma (bashonaphi) Kube bebekhona obabakazi yho (bashonaphi na) Kube bebezo khuluma (bashonaphi) Kube bebekhona obabakazi yho (bashonaphi na) Kube bebezo khuluma (bashonaphi) Kube bebekhona obabakazi yho (bashonaphi na) Kube bebezo cish' umlilo (bashonaphi) A nation is a nation (bashonaphi) Becouse of its strong youth policies (bashonaphi) A nation is a nation Becouse of its strong youth policies Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu Kababuye kababuye bezobona isizwe sethu