Empangeni
Bhekumuzi Luthuli
3:09Ozel'amantombazana uyefana nozel'izinsizwa Nozel'izinsizwa uyefana nozel'amantombazana Ziyafan'iyinkinga Ozel'amantombazana uyefana nozel'izinsizwa Nozel'izinsizwa uyefana nozel'amantombazana Uma sish'inkinga Uma sish'amaproblems Ngikhal'esami nawe ukhal'esakho Nomzal'ukhal'esakhe Ukhal'esakho nami ngikhala esami Nomzal'ukhal'esakhe Ngizel'insizwa zodwa (Nank'amacala la ekhaya) (Nank'amacala la ekhaya) Ngafa amacala (Nank'amacala) Ngizel'insizwa zodwa (Nank'amacala la ekhaya) (Nank'amacala la ekhaya) Ngafa amacala (Nank'amacala) Uzel'iyintombi zodwa (Mash'umlanjwana la ekhaya) (Mash'umlanjwana la ekhaya) UMash'umlanjwana (Mash'umlanjwana) Uzel'iyintombi zodwa (Mash'umlanjwana la ekhaya) (Mash'umlanjwana la ekhaya) UMash'umlanjwana (Mash'umlanjwana) (Nank'amacala la ekhaya) (Nank'amacala la ekhaya) (Nank'amacala) Kuzalwa ngapha nangapha nangapha (Nank'amacala la ekhaya) (Nank'amacala la ekhaya) (Nank'amacala) Kuzalwa ngapha nangapha nangapha (Mash'umlanjwana la ekhaya) (Mash'umlanjwana la ekhaya) (Mash'umlanjwana) Sith'uma sish'iyinkinga Kuzalwa ngapha nangapha nangapha (Mash'umlanjwana la ekhaya) (Mash'umlanjwana la ekhaya) (Mash'umlanjwana) Ngiyayisol'imali yeqolo inesandla kulento Angisho ukuthi ngithini Ozel'amantombazana uyefana nozel'izinsizwa Nozel'izinsizwa uyefana nozel'amantombazana Ziyafan'iyinkinga Ozel'amantombazana uyefana nozel'izinsizwa Nozel'izinsizwa uyefana nozel'amantombazana Uma sish'inkinga Uma sish'amaproblems Ngikhal'esami nawe ukhal'esakho Nomzal'ukhal'esakhe Ukhal'esakho nami ngikhala esami Nomzal'ukhal'esakhe Ngizel'insizwa zodwa (Nank'amacala la ekhaya) (Nank'amacala la ekhaya) Ngafa amacala (Nank'amacala) Ngizel'insizwa zodwa (Nank'amacala la ekhaya) (Nank'amacala la ekhaya) Ngafa amacala (Nank'amacala) Uzel'iyintombi zodwa (Mash'umlanjwana la ekhaya) (Mash'umlanjwana la ekhaya) UMash'umlanjwana (Mash'umlanjwana) Uzel'iyintombi zodwa (Mash'umlanjwana la ekhaya) (Mash'umlanjwana la ekhaya) UMash'umlanjwana (Mash'umlanjwana)