Iselulafone
Bhekumuzi Luthuli
3:11Weh Nkulunkulu uwen'owazi isiqalo nesiphetho Intandane enhle bath'umakhothwa ngunina wayo Kodw'intandane efana nami iyawukhothwa ngubani na? Mina ngibeka Kuwe konke phambi kwakho Nkosi Weh Nkulunkulu uwen'owazi isiqalo nesiphetho Intandane enhle bath'umakhothwa ngunina wayo Kodw'intandane efana nami iyawukhothwa ngubani na Mina ngibeka Kuwe konke phambi kwakho Nkosi Yebo Nkulunkulu uwen'owazi isiqalo nesiphetho Intandane enhle bath'umakhothwa ngunina Kodw'intandane efana nami iyawukhothwa ngubani na Oh ngiyakhala ngikhalel'umama Ngabe ngiyathula ukuba kukhon'into efana nay'umama Ayikh'into efana nomama kulelizwe Ngabe ngiyathula ukuba kukhon'into efana naye Ayikh'into efana nomama Ngabe ngiyathula ukuba kukhon'into efana nay'umama Ayikh'into efana nomama kulelizwe Umama ukwelikud'izwe Emathunjini omhlaba Umama ukwelikud'izwe Emathunjini omhlaba Ulele kobandayo umoya Emathunjini omhlaba Ulele kobandayo umoya Emathunjini omhlaba Umama ukwelikude izwe Emathunjini omhlaba Yebo Nkulunkulu uwen'owazi isiqalo nesiphetho Intandane enhle bath'umakhothwa ngunina wakho Kodw'intandane efana nami iyawukhothwa ngubani na Mina ngibeka Kuwe konke phambi kwakho Nkosi Ngabe ngiyathula ukuba kukhon'into efana nay'umama Ayikh'into efana nomama kulelizwe Ngabe ngiyathula ukuba kukhon'into efana naye Ayikh'into efana nomama kulelizwe Umama ukwelikud'izwe (Mama wahamba wajubalala) Emathunjini omhlaba (Sasala thina sikhal'izinyembezi) Umama ukwelikud'izwe (Mama wahamba wajubalala) Emathunjini omhlaba (Sasala thina sikhal'izinyembezi) Ulele kobandayo umoya Emathunjini omhlaba