Amagumusha
Bhekumuzi Luthuli
4:25Yebo ngisaphila sihlobo sami Wen'uvuke kanjani? Mina ngisaphila sihlobo sami Wen'uvuka kanjani? Mina ngisaphila sihlobo sami Wen'uvuka kanjani? Ngihlushwa yibo labantu Abathand'into zabantu Bayangixaka laba bantu Oh bathand'into zabantu Bayakhathaza Yebo ngisaphila sihlobo sami Wen'uvuka kanjani? Mina ngisaphila sihlobo sami Wen'uvuka kanjani? Mina ngisaphila sihlobo sami Wen'uvuka kanjani? Ngihlushwa yibo labantu Abathand'into zabantu Bayangidina laba bantu Oh bathand'into zabantu Bayakhathaza Oh ngisathe ngasukelwa mina Oh ngisathe bangisukela Oh ngisathe bangisukela mina Oh ngisathe ngasukelwa Nank'uNomafeshini Yekelan'into zabantu Nank'uNomafeshini Yekelan'into zabantu Zonixak'into zabantu Nank'uNomafeshini Yekelan'into zabantu Zonixak'into zabantu Yekan'into zabantu Ngeliny'ilanga ziyojika Ziyonithwesa kanzima Oh ngisathe nangisukela mina Oh ngisathe ngasukelwa Nank'uNomafeshini Yekelan'into zabantu Zonixak'into zabantu Yekan'into zabantu Ngeliny'ilanga ziyojika Ziyonithwesa kanzima Nank'uNomafeshini Yekelan'into zabantu Niyazithand'into zabantu (Niyakhathaza) Nank'uNomafeshini Yekelan'into zabantu Nihlushwa yin'into zabantu (Bayakhathaza) Nank'uNomafeshini Yekelan'into zabantu Nixakwe yini kwinto zabantu (Bayakhathaza) Mina ngisaphila sihlobo sami Wen'uvuka kanjani? Ngihlushwa yibo labantu Abathand'into zabantu Bayangixaka laba bantu Oh bathand'into zabantu Bayakhathaza Nank'uNomafeshini Yekelan'into zabantu Oh ngisathe bangisukela mina Oh ngisathe ngasukelwa Nank'uNomafeshini Yekelan'into zabantu Zonixak'into zabantu (Bayakhathaza) Nank'uNomafeshini Yekelan'into zabantu Oh ngisathe bangisukela mina (Bayakhathaza) Oh ngisathe bangisukela Nank'uNomafeshini Yekelan'into zabantu Yekelan'into zabantu