Emoyeni
Bhekumuzi Luthuli
4:12Mhlawumbi uNkulunkulu usewufulathele lomhlaba Ngenxa yezint'ezimbi ezenzeka kuwo Mhlawumbi uNkulunkulu usewufulathele lomhlaba Ngenxa yezint'ezimbi ezenzeka kuwo Abantu bathand'imali ukwendlul'uNkulunkulu Isiphambano ngathi yimali eyakh'izulu nomhlaba Abantu bathand'imali ukwendlul'uNkulunkulu Isiphambano ngathi yimali eyakh'izulu nomhlaba Imali iyosala la emhlabeni kanye namathemba akho Lungisel'umphefumlo wakho eZulwini Imali iyosala la emhlabeni kanye namathemba akho Kholisel'umphefumlo wakho eZulwini Ngiyasol'ukuthi (Sonile, sonile) Ngiyasol'ukuthi (Ngokuthand'imali ukwendlul'uNkulunkulu) Ngiyasol'ukuthi (Sonile, sonile) Ngiyasol'ukuthi (Ngokuthand'imali ukwendlul'uNkulunkulu) Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba) Kodw'imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane) Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba) Hey imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane) Mhlawumbi uNkulunkulu usewufulathele lomhlaba Ngenxa yezint'ezimbi ezenzeka kuwo Mhlawumbi uNkulunkulu usewufulathele lomhlaba Ngenxa yezint'ezimbi ezenzeka kuwo Abantu bathand'imali ukwendlul'uNkulunkulu Isiphambano ngathi yimali eyakh'izulu nomhlaba Abantu bathand'imali ukwendlul'uNkulunkulu Isiphambano ngathi yimali eyakh'izulu nomhlaba Imali iyosala la emhlabeni kanye namathemba akho Lungisel'umphefumlo wakho eZulwini Imali iyosala la emhlabeni kanye namathemba akho Kholisel'umphefumlo wakho eZulwini Ngiyasol'ukuthi (Sonile, sonile) Ngiyasol'ukuthi (Ngokuthand'imali ukwendlul'uNkulunkulu) Ngiyasol'ukuthi (Sonile, sonile) Ngiyasol'ukuthi (Ngokuthand'imali ukwendlul'uNkulunkulu) Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba) Kodw'imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane) Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba) Hey imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane) Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba) Kodw'imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane)