Notice: file_put_contents(): Write of 631 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Blaq Diamond - Emzini Kababa | Скачать MP3 бесплатно
Emzini Kababa

Emzini Kababa

Blaq Diamond

Альбом: Inqola
Длительность: 3:36
Год: 2017
Скачать MP3

Текст песни

Khuza khuza khuza
We molokazana
Why udal'izinkinga wena
We molokazana
Why udal'izinkinga wena

Emzini kababa
Hee emzini kababa
Emzini kababa
Oh emzini kababa

We molokazana
Why udal'izinkinga wena
We molokazana
Why udal'izinkinga wena

Emzini kababa
Hee emzini kababa
Emzini kababa
Oh emzini kababa

Umakhi uyangitshela
Uyangihlebela
Kuthi wena awusalal'ekhaya
Sekuphele four amalanga

Uyangidelela (Uyangidelela )
Kahle kahle uyangicwentsa
Ubukisa ngam emphakathini
Uthi abantu abathini

Ngizothumel'incwad'abazali
Bakulande kusasekuseni nge kari
Ngizokusiza ukuthi uqal'upakishe
Uphume kimi wena lwabishi

We molokazana
Why udal'izinkinga wena
We molokazana
Why udal'izinkinga wena

Emzini kababa
Hee emzini kababa
Emzini kababa
Oh emzini kababa

We molokazana
Why udal'izinkinga wena
We molokazana
Why udal'izinkinga wena

Emzini kababa
Hee emzini kababa
Emzini kababa
Oh emzini kababa

Molokazana wena
Lokhu waganywa wena
Inyakanyaka yodwa
Sithetha amacala odwa

Uyivilavoco makoti
Awusena msoco makoti
Wena awusathezi kulamalanga
Futhi awusapheki kulamalanga

Aibo khuzani bantu abadala
Naku kulel'ikati eziko
Ngivelelwe mina
Aibo khuzani bantu abadala
Umkami semil'impiko (semil'impiko umkami )
Semil'impiko umkami wee

We molokazana
Why udal'izinkinga wena
We molokazana
Why udal'izinkinga wena

Emzini kababa
Hee emzini kababa
Emzini kababa
Oh emzini kababa

We molokazana
Why udal'izinkinga wena
We molokazana
Why udal'izinkinga wena

Emzini kababa
Hee emzini kababa
Emzini kababa
Oh emzini kababa