Notice: file_put_contents(): Write of 625 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Blaq Diamond - Kwanobamba | Скачать MP3 бесплатно
Kwanobamba

Kwanobamba

Blaq Diamond

Альбом: Inqola
Длительность: 4:12
Год: 2017
Скачать MP3

Текст песни

Oh mina ngathol' intombi emaweni
Emaweni, emaweni angalena nga kaNobamba
Ngathol' intombi
Emaweni yeah
Emaweni, emaweni angale nga kaNobamba
Ngathothol' intombi
Emaweni
Emaweni, emaweni angale nga kaNobamba
Ngathol' intombi
Emaweni yeah
Emaweni, emaweni angale nga kaNobamba

Ngacela amanz' olwandle
Ngavuka ngakhiph' ukhukhula
Ngavuka ngakhiph' ukhukhula
Ngifuna wena mama ma
Oh mina ngagquma
Ngifuna wena ngagquma
Ngaqhaqhazel' ezidindini weh
Ngibulawa ngamakhaz' ajula

Ngajabul'ibang' elide
Ngilandel'imicibilisholo
Ingikhombe kwakho
Ingikhombe kwakho
Ngajabul'ibang' elide
Ngilandel'imicibilisholo
Ingikhombe kwakho
Ingikhombe kwakho

Oh mina ngathol' intombi emaweni
Emaweni, emaweni angalena nga kaNobamba
Ngathol' intombi
Emaweni yeah
Emaweni, emaweni angale nga kaNobamba
Ngathothol' intombi
Emaweni
Emaweni, emaweni angale nga kaNobamba
Ngathol' intombi
Emaweni yeah
Emaweni, emaweni angale nga kaNobamba

Ngacela amanz' olwandle
Ngavuka ngakhiph' ukhukhula
Ngavuka ngakhiph' ukhukhula
Ngifuna wena mama ma!
Oh mina ngagquma
Ngifuna wena ngagquma
Ngaqhaqhazel' ezidindini weh
Ngibulawa ngamakhaz' ajula

Ngajabul'ibang' elide
Ngilandel'imicibilisholo
Ingikhombe kwakho
Ingikhombe kwakho
Ngajabul'ibang' elide
Ngilandel'imicibilisholo
Ingikhombe kwakho, ingikhombe kwakho

Oh mina ngathol' intombi emaweni
Emaweni, emaweni angalena nga kaNobamba
Ngathol' intombi
Emaweni yeah
Emaweni, emaweni angale nga kaNobamba
Ngathothol' intombi
Emaweni
Emaweni, emaweni angale nga kaNobamba
Ngathol' intombi
Emaweni yeah
Emaweni, emaweni angale nga kaNobamba