Woza My Love
Blaq Diamond
3:28Sengize ngasha nezwi ngimemeza Ngimemeza Kodwa akekh' osabelayo Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) Ngimemeza (oh ngimemeza baba) Kodwa akekh' osabelayo Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela We bafethu kanti yini eyanenza ningasabeli Eyanenza ningasabeli mangikhala ngani Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana Oh kanti nginamanga, nginamanga, nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa Oh kanti nginamanga, nginamanga, nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa mina Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) Ngimemeza (oh ngimemeza baba) Kodwa akekh' osabelayo Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) Ngimemeza (oh ngimemeza baba) Kodwa akekh' osabelayo Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela Makuwuwe ngikhala nawe Makuyimi ngikhala ngedwa Makuyimi ngikhala nawe Makuyimi ngikhala ngedwa Sengiqanjwe negama elisha Thu "Mabizw' asabele" Hlala nami Nkosi Sengiqanjwe negama elisha weeh Thu "Mabizw' asabele" Tha angilifuni Namhlanje kunje kunje kunje Ndigenxa yokulunga kwami I care too much Namhlanje kunje kunje kunjena nje Ndigenxa yokulunga kwami I care too much Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) Ngimemeza (oh ngimemeza baba) Kodwa akekh' osabelayo Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) Ngimemeza (oh ngimemeza baba) Kodwa akekh' osabelayo Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela