Dali (Feat. Bless The Gentleman & Dj Kap)
Blaq Major
3:39Kanti yini kwamnandi kangaka lana Kanti yini kwamnandi kangaka Nami angizenzi, kumnandi lana Anikhuze u-Bless The Gentlemen s'bali (Blaq Major ubenzani?) Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'jolela Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'phuzela Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali uDecember Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali soy'khokhela Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'jolela Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'phuzela Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali uDecember Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali soy'khokhela Ayibo sbali, ayibo sbali, ngiyakukhuza Ayibo sbali, ayibo sbali Bengithi ngiwuyekile umjolo, sengikhathele Ngahamba ngayodans'izolo, kant'angazi Yasho, yasho, yash'ingoma sbali Yadlala, yadlala, yadlal'ingane sbali Ngathi swiper, thatha, yimina ozokukhokhela dali Ayi uyangichaza, iqede ngizoyibonela dali Ngicel'ukudansa nawe, ngifun'ukuhamba nawe Kuze kuse ekuseni, uyangichaza Imnand'ingoma sbali, vul'ibhodlela sbali Sivele sidanse nodali, sibemanzi Ayibo kumnandi lanaNgeke ngihambe lana And ngeke ngiyek'ukujola (ngeke) Ayibo kumnandi lana mina ngeke ngihambe lana Ekhaya ngizoba bona ekuseni Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'jolela Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'phuzela Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali uDecember Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali soy'khokhela Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'jolela Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'phuzela Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali uDecember Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali soy'khokhela Ayibo sbali, ayibo sbali, ngyakukhuza Ayibo sbali, ayibo sbali Nami angizenzi, angizenzi kumnandi lana Nami angizenzi, angizenzi kumnandi lana Ayibo sbali, ayibo sbali Nami angizenzi (nami angizenzi) Woza Kap (Blaq Major ubenzani?) Angikwazi, angikwazi, angikwaz'sbali ukuyekhaya early kangaka Ngishiye utshwala obuningi kangaka Angikwazi, umalume, umalume uyangifonela Uth'angiphathe ibhodlela lakhe likaDecember Angikwazi, angikwazi, angikwaz'sbali ukuyekhaya early kangaka Ngishiye utshwala obuningi kangaka Angikwazi, umalume, umalume uyangifonela Uth'angiphathe ibhodlela lakhe likaDecember Nami angizenzi, angizenzi kumnandi lana Nami angizenzi, angizenzi kumnandi lana Ayibo sbali (Blaq Major ubenzani?)