Bayangimangaza
Bonakele
4:16Ngikhulekiseni makholwa Makholwa eyomnyeni wami akabuyi Ngikhulekiseni makholwa (Ngikhulekiseni makholwa) Wemakholwa (Nginenkinga yomnyeni wami) Nomnyeni wami (Uhamba njalo ngolwesihlanu) Akabuyi (Aze abuye ekuseni ngesonto) Ngaphenduka isaliwakazi mina (Ngikhulekiseni makholwa) Uthando lwami olungaka (Nginenkinga yomnyeni wami) Wemnyeni wami (Uhamba njalo ngolwesihlanu) Akabuyi (Aze abuye ekuseni ngesonto) Ngaphenduka isaliwakazi mina Zahlupheka ingani zami Wemnyeni wami Awubuyi (Angifuni ukumlahla ngoba) (Ngiyamthanda lomuntu) (Ngiyamthanda lomuntu ngubaba wezingane) (Angifuni ukumlahla ngoba) (Ngiyamthanda lomuntu) (Ngiyamthanda lomuntu ngubaba wezingane) (Angifuni ukumlahla ngoba) (Ngiyamthanda lomuntu) (Ngiyamthanda lomuntu ngubaba wezingane) Bahlupheka abantwa bami uyise ephila Zahlupheka ingani zami Wemnyeni wami Awubuyi Ubaqedile abafazi babantu (Ngikhulekiseni makholwa) Awu ngothando lwami olungaka (Nginenkinga yomnyeni wami) Wemnyeni wami (Uhamba njalo ngolwesihlanu) Awubuyi (Aze abuye ekuseni ngesonto) Ma ngithi ngiyambuza (Ngikhulekiseni makholwa) Baba wabantwa bami ulalephi (Nginenkinga yomnyeni wami) Qhela kimi lento (Uhamba njalo ngolwesihlanu) Uyangibulala (Aze abuye ekuseni ngesonto) Ma ngithi ngiyambuza Baba wengane zami ulalephi na Ukwela kimi ngenduku Uyangishaya Ma ngithi ngiyambuza Baba wengane zami ubuyaphi Ukhwela kimi ngenduku Uyangishaya bo Ubaqedile abafazi babantu (Ngikhulekiseni makholwa) (Nginenkinga yomnyeni wami) (Uhamba njalo ngolwesihlanu) (Aze abuye ekuseni ngesonto) He babawami wokwenzalo (Ngikhulekiseni makholwa) Ngahlupheka ngiganile (Nginenkinga yomnyeni wami) Lomnyeni wami lo (Uhamba njalo ngolwesihlanu) uyangishaya (Aze abuye ekuseni ngesonto) Ngapha umamezala akangifuni (Ngikhulekiseni makholwa) Ngapha inkinga zomuz'wami (Nginenkinga yomnyeni wami) Ukhwela kimi ngenduku (Uhamba njalo ngolwesihlanu) Awubuyi (Aze abuye ekuseni ngesonto) Ngaphenduka isaliwakazi mina (Ngikhulekiseni makholwa) Uthando lwami olungaka (Nginenkinga yomnyeni wami) Lo mnyeni wami (Uhamba njalo ngolwesihlanu) Akabuyi (Aze abuye ekuseni ngesonto) Ubaqedile abafazi babantu (Ngikhulekiseni makholwa) Uvuka njalo komakhelwane (Nginenkinga yomnyeni wami) Awu wemnyeni wami (Uhamba njalo ngolwesihlanu) Awubuyi ekhaya(Aze abuye ekuseni ngesonto) Ngaphenduka isaliwakazi nkosi yami (Ngikhulekiseni makholwa) Ngothando lwami olungaka (Nginenkinga yomnyeni wami) Wemnyeni wami (Uhamba njalo ngolwesihlanu) Awubuyi (Aze abuye ekuseni ngesonto)