Notice: file_put_contents(): Write of 624 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Bonakele - Ukuhlupheka | Скачать MP3 бесплатно
Ukuhlupheka

Ukuhlupheka

Bonakele

Альбом: Nginenkinga
Длительность: 4:40
Год: 2011
Скачать MP3

Текст песни

Kudala ngiwa ngivuka ukuhlupheka ngiyakwazi mina
Kudala ngiwa ngivuka ukuhlupheka ngiyakwazi mina
Kudala ngiwa ngivuka ukuxakeka ngiyakwazi mina
Kudala ngiwa ngivuka ukuxakeka ngiyakwazi mina

Ubomesaba umuntu (Ungamethembi umuntu)
Umuntu uyajika (Ngoba uzojikela)
Ubomesaba umuntu (Ungamethembi umuntu)
Umuntu uyajika (Ngoba uzojikela)
Ubomesaba umuntu (Ungamethembi umuntu)
Umuntu uyajika (Ngoba kusasa uzojikela)

(Ngijikelwe ngumuntu ebe ngimethemba)
(Ngijikelwe ngumuntu ebe ngimthanda)
(Ngijikelwe ngumuntu ebe ngimethemba)
(Ngijikelwe ngumuntu ebe ngimthanda)

Uhamba engena ephuma ehamba ebabikele ngawe
Uhamba engena ephuma ehamba ebabikele ngawe
Sizi lwakho wena luphenduka injabulo yabo
Sizi lwakho wena luphenduka injabulo yabo
Ubomesaba umuntu umuntu umuntu umuntu ngumuntu
Ubomesaba umuntu umuntu phela ngumuntu

(Ungamethembi umuntu ngoba uzojikela)
Siyakhuluma isisho (Ungamethembi umuntu)
Sithi kuyophela sofana (Ngoba uzojikela)
Siyakhuluma isisho (Ungamethembi umuntu)
Sithi kuyophela sofana (Ngoba uzojikela)
Siyakhuluma isisho sithi kuyophela sofana

Ungahlekisi ngomuny' umuntu (Ngijikelwe)
Ngoba ikusasa alaziwa (Ngumuntu ebe ngimethemba)
Ungahlekisi ngomuny' umuntu (Ngijikelwe)
Ngoba ikusasa alaziwa (Ngumuntu ebe ngimthanda)

Siyakhuluma isisho (Ngijikelwe)
Sithi kuyophela sofana (Ngumuntu ebe ngimethemba)
Siyakhuluma isisho (Ngijikelwe)
Sithi kuyophela sofana (Ngumuntu ebe ngimthanda)

Kudala ngiwa ngivuka ukuhlupheka ngiyakwazi mina
Kudala ngiwa ngivuka ukuhlupheka ngiyakwazi mina
Kudala ngiwa ngivuka ukuxakeka ngiyakwazi mina
Kudala ngiwa ngivuka ukuxakeka ngiyakwazi mina

Kudala ngiwa ngivuka (Ungamethembi umuntu)
Ukuhlupheka ngiyakwazi mina (Ngoba uzojikela)
Kudala ngiwa ngivuka (Ungamethembi umuntu)
Ukuhlupheka ngiyakwazi mina (Ngoba uzojikela)
Kudala ngiwa ngivuka (Ungamethembi umuntu)
Ukuxakeka ngiyakwazi mina (Ngoba kusasa uzojikela)

Kudala ngiwa ngivuka (Ngijikelwe)
Ukuxakeka ngiyakwazi mina (Ngumuntu ebe ngimethemba)
Ubomesaba umuntu (Ngijikelwe)
Umuntu uyajika (Ngumuntu ebe ngimthanda)
Ubomesaba umuntu (Ngijikelwe)
Umuntu uyajika (Ngumuntu ebe ngimethemba)