Mdali Khanyisa

Mdali Khanyisa

Charlotte Lyf

Альбом: Mdali Khanyisa
Длительность: 4:10
Год: 2022
Скачать MP3

Текст песни

Ngiguqe phambi kwakho
Ngibik'inkinga zami
Impilo ayikholula
Imikhuleko awuyiphenduli

Makuvuleke okuvaliweyo
Kuqaqeke okuboshiweyo
Mina ngifuna ushintsha
Mina ngifuna ushintsho

Makudede ubumnyama
Kuvele ukukhanya
Makudede ubumnyama
Kuvele ukukhanya

Mdali khanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela

Mdali khanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela

Mdali khanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela

Mdali khanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela

Ngihlala ngikhuleka
Ubusuku nemini
Wena awuphenduli
Amaphupho ami
Aziwa nguwe
Nezimfihlo zami
Zaziwa nguwe

Mnini wokwethemba konke
Ngiyakhuleka kuwe
Wena awuphenduli

Mdali khanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela

Mdali khanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela

Mdali khanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela

Mdali khanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela

Mdali khanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela

Mdali khanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela

Mdali khanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela

Mdali kanyisa
Ngoba kumnyama
Nami likhanye
Elami ikhandlela