Hamba Naye (Feat. Mafikizolo)
Cici
3:55Ngizobhalela uKhumbulekhaya Sekuphel’iyinyanga dali Ngingakubonanga Sekuphel’inyanga dali haah Sekuphel’inyanga dali Ngingakubonanga Sekuphel’inyanga dali haaah Wesoka lami Wedali sithandwa sami Akekho omunye Ofana nawe We soka lami Wedali sthandwa sami Akekho omunye Ofana nawe Ngizobhalel'uKhumbulekhaya Inhliziy'ishay'uzamxolo Kodwa ungenzani we dali hhah Ngizobhalel'uKhumbulekhaya Inhliziy'ishay'uzamxolo Kodwa ungenzani weh dali? Sekuphel’inyanga dali Ngingakubonanga Sekuphel’iyinyanga dali haah Sekuphel’iyinyanga dali Ngingakubonanga Sekuphel’inyanga dali haaah Awe lovie wam Awusanigkhumbuli na? Kunini ngingalali la aaah Awe soka lam Size ungangilahli la Ubuyelekhaya uuuhu Ngizobhalel'uKhumbulekhaya Inhliziy'ishay'uzamxolo Kodwa ungenzani we dali hhah Ngizobhalel'uKhumbulekhaya Inhliziy'ishay'uzamxolo Kodwa ungenzani we dali hhah Sekuphel’iyinyanga dali Sekuphel’iyinyanga dali aaah Sekuphel’iyinyanga dali Sekuphel’iyinyanga dali aaah Sekuphel’inyanga dali Ngingakubonanga Sekuphel’iyinyanga dali haaah Sekuphel’iyinyanga dali Ngingakubonanga Sekuphel’iyinyanga dali haaah Ngizobhalel'uKhumbulekhaya Inhliziy'ishay'uzamxolo Kodwa ungenzani we dali haaah Ngizobhalel'uKhumbulekhaya Inhliziy'ishay'uzamxolo Kodwa ungenzani we dali aaah