Amandla Akho
Cici
4:02Thula, thula Thula, ungalili nana Thula, umam' uzobuya Thula, oh thula Thatha nanku swidi nana Thula, umam' uzobuya, mmm Heya, heya, weh Mus' ukusenz' is'hlungu esinjena Ushiy' ingane zizodwa Ubuhamb' uthe uzobuya Nakhu sek'shon' amalanga, welele, aye, aye, aye Heya, heya, weh Mus' ukusenz' is'hlungu esinjena Ushiy' ingane zizodwa Ubuhamb' uthe uzobuya Nakhu sek'shon' amalanga, welele, aye, aye, aye Buya, buya Buya uyekhay', umam' akekho, uthe uzobuya Haye, oh haye Shiya sana lakhe phandle Buka, amas' awasekho Vuka, vuka Vuka, sekusile phandle Buka, uthe uzobuya, eyi Heya, heya, weh Mus' ukusenz' is'hlungu esinjena Ushiy' ingane zizodwa Ubuhamb' uthe uzobuya Nakhu sek'shon' amalanga, welele, aye, aye, aye Heya, heya, weh Mus' ukusenz' is'hlungu esinjena Ushiy' ingane zizodwa Ubuhamb' uthe uzobuya Nakhu sek'shon' amalanga, welele, aye, aye, aye Heya, heya, weh Mus' ukusenz' is'hlungu esinjena Ushiy' ingane zizodwa Ubuhamb' uthe uzobuya Nakhu sek'shon' amalanga, welele, aye, aye, aye