Notice: file_put_contents(): Write of 651 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Deborah Fraser - Siyakhothama | Скачать MP3 бесплатно
Siyakhothama

Siyakhothama

Deborah Fraser

Длительность: 4:31
Год: 2019
Скачать MP3

Текст песни

Umelwe ukudunyiswa yizizwe zonke
Kuwo wonke la magumbi amane omhlaba
Nguwe wedwa lo Thixo wasemandulo
Wawukhona ekuqaleni Baba
Namanje ungusewuye

Igama lakho linguThixo (Gama lakho)
Ungumdali wezulu nomhlaba (Unngumdali)
Ungumadida indoda engaziwa (UnguJehova)
Igama lakho linguThixo (Igama lakho)
Ungumdali wezulu nomhlaba
Ungumadida indoda engaziwa (Ungumdali wezinto zonke Baba unguJehova)

Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)

Izishosha zisukumile
Izimpumputhe zavuleka amehlo
Ulwandle lwavuleka kabili
Sibabaza ubukhulu bakho
Iloyo nalo muntu
Makakhothame
Sibabaza ubukhulu bakho mongameli

Igama lakho linguThixo (Mongameli)
Ungumdali wezulu nomhlaba (Ungumdali wezulu nomhlaba)
Ungumadida indoda engaziwa (Ungubayede)
Igama lakho linguThixo (Mongameli)
Ungumdali wezulu nomhlaba (Sahlanzwa ngalelogazi)
Ungumadida indoda engaziwa (Umele Baba ukukhothanyelwa)

Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)
Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)
Siyakhothama (Uyiingcwele uyingwele Baba)
Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)
Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)
Siyakhothama (Akekho omunye Baba wena ungubayede)

Igama lakho linguThixo (Siyolibong'izulu ngawe)
Ungumdali wezulu nomhlaba
Ungumadida indoda engaziwa (Siyambonga ongabonwa ngawe)
Igama lakho linguThixo (Siyakhothama ndodana kaJudah)
Ungumdali wezulu nomhlaba (Siyakhothama wena ngonyama yezulu)
Ungumadida indoda engaziwa (Akekho ongafaniswa nawe)

Siyakhothama (Siguqe ngamadolo) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)