Uyalivuselela
Dr Malinga
5:41Iye bakulindile ekhaya hamba hamba Bakulindile ekhaya wena Buyel' ekhaya hamba he Hamb' ekhaya he Bakulindile ekhaya he he Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na) Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na) Soluku uhambile (uthi uyofun' umsebenzi) Awusabhali yini na (ubaxelele kuthi ukuphi na) Soluku uhambile (uthi uyofun' umsebenzi) Awusabhali yini na (ubaxelele kuthi ukuphi na) Hayi hayi wathi wena Kunamathuba emsebenzi egoli Bakunika inhlanhla bathi hamba eh Uthi uyosebenzel' ingane zakho Bayamangala namhlanje awubuyi yini na Ik'gwonyil' iGoli na eh eh Lik'gwinyil' iGoli na buya buya Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na) Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na) Soluku uhambile (uthi uyofun' umsebenzi) Awusabhali yini na (ubaxelele kuthi ukuphi na) Soluku uhambile (uthi uyofun' umsebenzi) Awusabhali yini na (ubaxelele kuthi ukuphi na) Izingane ziyakhala njalo ebusuku Bathi ukuphi ubaba eh babuz' umama Umama akasakwazi nokuphendula Athi athi uye uye eGoli Ningahlupheki uzobuya ubaba Usayofun' umsebenzi Ingab' ukuphi uyazbuza umama he Nimthemb' ningabazi ubaba uyephe umama uyephi umalume uyephi Ayi buyel' ekhaya (kanti ukuphi na) (kanti ukuphi na) Soluku uhambile (uthi uyofun' umsebenzi) Awusabhali yini na (ubaxelele kuthi ukuphi na) Soluku uhambile (uthi uyofun' umsebenzi) Awusabhali yini na (ubaxelele kuthi ukuphi na) Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na) Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na) Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na) Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na) Soluku uhambile (uthi uyofun' umsebenzi) Awusabhali yini na (ubaxelele kuthi ukuphi na) Soluku uhambile (uthi uyofun' umsebenzi) Awusabhali yini na (ubaxelele kuthi ukuphi na)