Notice: file_put_contents(): Write of 625 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Dr Malinga - Sengibuyile | Скачать MP3 бесплатно
Sengibuyile

Sengibuyile

Dr Malinga

Альбом: Goodwill
Длительность: 4:57
Год: 2016
Скачать MP3

Текст песни

Sengibuyile mama wengane zami
Bengithethwe yizinto zomhlaba
Sengibuyile mama wengane zami
Bengithethwe yizinto zomhlaba
Sengibuyile sengibuyile  mama wengane zami
Bengithethwe yibumnandi balomhlaba he

(sengibuyile sengibuyile)
(sengibuyile mama wengane zami)
(sengibuyile sengibuyile)
(sengibuyile mama wengane zami)

Nomsebenzi ungiphelele
Angisenawo amandla wokusebenza
Nalesi isifo siyangibulala
Umzimba wami ubuthakathaka
Lokhu engikufunayo
Yikubuyela emdenini wami hey yhe

(sengibuyile sengibuyile)
(sengibuyile mama wengane zami)
(sengibuyile sengibuyile)
(sengibuyile mama wengane zami)

Konke la bengihamba khona he
Bebambiza ubhudi madlisa
Ngoba bengidlisa
Ngithola konke ebengikfuna kibo
Nabo bethola konke bebakufuna kimi
Imali bengikhipha left and right
Ngingacabangi nokuthi ingani zami zilala zingadlile

(sengibuyile sengibuyile)
(sengibuyile mama wengane zami)
(sengibuyile sengibuyile)
(sengibuyile mama wengane zami)

Ngiyazikhumbula ingani zami
Nawe ngiyakukhumbula ma
Ngiyazikhumbula ingani ingane zami

Sengibuyile sengibuyile
Sengibuyile sengibuyile
Sengibuyile sengibuyile
Sengibuyile mama wengane zami

Sengibuyile sengibuyile
Sengibuyile mama wengane zami
Sengibuyile sengibuyile
Sengibuyile mama wengane zami

Sengibuyile sengibuyile
Sengibuyile mama wengane zami