Enzo
Duncan
3:08Vele ukhul' eystraadi Impilo ibhimba, esniffa Abheme abeta, abone ngathi umhlaba uya spina Impilo yamasimba, akana tissue yokuziphipha Unamahloni akabheki abantu, mayehamba uyazifihla Kudala efaka ama CV, lutho ispani kunzima Kudala egijimela i-win, kodwa lutho ukuwina Impilo yakhe inyongo, manje ulwa nokuyikhipha Akabazi abazali, uyintandane ku bitter Uthunukele emoyeni, inhliziyo iyabhibha Waqhuzuka endleleni, ayehamba nabo bamshiya Noma elula isandla ebamemeza bamziba Wafunda ne-bhayibheli, lutho i'impendulo ukuzifica Wabuka isibhakabhaka, wasefela amathe encimfa Waqonda ekameleni, wasethatha intshiza eyi brija Wakhumula irosali, neyinyembezi zabe ziwa Wathatha ibalaclava, wabe eyifaka ebusweni e'ifihla Sho Skuva Lona uNomfundo Mkhwanazi Amajita ayamhlonipha Icherrie esindisiwe sbali 'ma ihamba iyazizwa Igqok' is'keti es'bhula phansi, ivangeli uyaliphila Ma kuqhamuka yena njayami itopic iyashintsha Kujuluka amajita ezinwaya amakhanda, ayamdinga Kugidagida inhliziyo, zonke zifisa ukuzibika Lo mntwana usejangele amabhubesi ayamcinga But inyamazane esmart s'bali abasoze bayifica Izinto ziqale ukubhimba, umakaNomfundo esesicker Kuphambana abazalwane, befika bezomsiza Kodwa osekulotshiwe ebhayibheleni awunakushintsha UmakaNomfundo mfana ukufa kugcine kumgwinya UNomfundo usele yedwa, ukhanda iqhinga lokuphila Impilo yabanzima, nesgele wagcina esjinda Wagqok' is'gqebhe waya ePoint, manje uyathengisa Wathatha ibalaclava, waba eyifaka ebusweni eyifihla Sho Skuva Nangoke umfundisi uGumede Ngentshumayelo uyashisa Udume indawo yonke 'ma use'insizini uyakukhipha Uthandaza akhulume i'ilimu idimoni selilwa Baningi abamuthembayo ngokubakhiphela i'inkinga Bathi mayebathandazela i spirit bayasizwa And u powerful, umthandazo wakhe uyasinda Banikela nge'imali e'inkulu esontweni abasiza Akazwani nokungcolo yingakho umphakathi umhlonipha Nangoke usathane esefika emhlasela ngeqhinga Efika njengosisi ozocela ukuqedelwa i'inkinga Ufuka ugqoke isigqebhe, vele i-aim yakhe ukumlinga Imizwa yendoda yisilima iyagijima Wase emthandazela, isitho sangasese esithinta Akuphelanga nesikhathi eside, baqala ba kisser Wathatha ne condom, wabe eyifaka esheshisa Wadonsa ibalaclava wase eyifaka ebusweni eyifihla