Uthando Luhle
Gmastermusiq
4:36Inkinga, zomhlaba Zangthatha zangbekala Umzimba, ubhlungu Umqond'uyalibala Ngoba bath'ithemba alibulali Kodwa mna langbulala Ntliziyo thetha, siyakuphi Siyakuphi masisuka lana Ay we Nomzamo Wa hamb' ethuzobuya Wa buyese, wa buyese Esephethe abantwana Ay we Nomzamo Wa hamb' ethuzobuya Wa buyese, wa buyese Esephethe abantwana Intliziyo yami Ishaya ngamandla Uthando yilo Umuhle nyani Kodwa upendwe ngamanga Wathi uzonglanda Uzonglanda ma u hamba Abantu bangi tshele konke Ang'lalelanga Ngoba ngyak'thanda Ay we Nomzamo Wa hamb' ethuzobuya Wa buyese, wa buyese Esephethe abantwana Ay we Nomzamo Wa hamb' ethuzobuya Wa buyese, wa buyese Esephethe abantwana