Umvumo
Ihhashi Elimhlophe
4:50Ake nimkhuzeni uyaganga Nangu eqhatha abantu uyaganga Ake nimkhuzeni uyaganga Nangu eqhatha abantu uyaganga Ake nimkhuzeni uyaganga Nangu eqhatha abantu uyaganga Ake nimkhuzeni uyaganga Nangu eqhatha abantu uyaganga Kant'utheni (Utshel'uDlamini ukuthi) Nalomkakh'uMamkize uyajola Nalengane ayizele akusiyo eyakhe ivezandlebe Ake nimkhuzeni uyaganga Nangu eqhatha abantu uyaganga Ngabe ngiyafika la ngifik'eyami ayikho Ngathi ngiyafika la ngifik'eyami ayikho Isezimobeni Isezimobeni ibuya ngoMgqibelo Ngabe ngiyafika la ngifik'eyami ayikho Ngabe ngiyafika la ngifik'eyami ayikho Weh ma (Isezimobeni) Weh mama (Isezimobeni ibuya ngoMgqibelo) Ngithi zulu lini leli elikade liduma lithi nqa Izulu lini leli elikade liduma lithi nqa O zimanqanqanqanqanqa kade liduma lithi nqa O zimanqanqanqanqanqa kade liduma lithi nqa Izulu lini leli elikade liduma lithi nqa Izulu lini leli elikade liduma lithi nqa Izulu lini leli elikade liduma lithi nqa O zimanqanqanqanqanqa kade liduma lithi nqa O zimanqanqanqanqanqa kade liduma lithi nqa Izulu lini leli elikade liduma lithi nqa Qoqo (Ngena) Qoqo (Vul'umnyango) Qoqo (Ngena) Qoqo (Vul'umnyango) Ngithi qoqo (Ngena) Qoqo (Vul'umnyango) Uyishayelani baba Uyishayelani intandane umashiywa ngunina Kodw'ugangelani ngentandane Uyishayelani baba Uyishayelani intandane umashiywa ngunina Kodw'ugangelani ngentandane Weh ntandane (Kodw'ugangelani ngentandane) Heyi weh ntandane (Kodw'ugangelani ngentandane) Weh ntandane (Kodw'ugangelani ngentandane) Heyi weh ntandane (Kodw'ugangelani ngentandane) Hayi weh ntandane (Kodw'ugangelani ngentandane) Heyi weh ntandane (Kodw'ugangelani ngentandane) Weh dokotela (Dokotela ngiyakufanisa) Weh dokotela (Nguwena na ongijov'izolo) Weh dokotela (Dokotela ngiyakufanisa) Weh dokotela (Nguwena na ongijov'izolo) Ashu, ashu (Dokotela ngiyakufanisa) Ashu, ashu (Nguwena na ongijov'izolo) Weh dokotela (Dokotela ngiyakufanisa) Weh dokotela (Nguwena na ongijov'izolo) Nguwena na ongijov'izolo (Dokotela ngiyakufanisa) Nguwena na ongijov'izolo (Nguwena na ongijov'izolo) Nguwena na ongijov'izolo (Dokotela ngiyakufanisa) Nguwena lna ongijov'izolo (Nguwena na ongijov'izolo) Ashu, ashu (Dokotela ngiyakufanisa) Ashu (Nguwena na ongijov'izolo) Dokotela uwe (Dokotela ngiyakufanisa) Dokotela uwe (Nguwena na ongijov'izolo) Dokotela uwe (Dokotela ngiyakufanisa) Dokotela uwe (Nguwena na ongijov'izolo) Dokotela uwe (Dokotela ngiyakufanisa) Dokotela uwe (Nguwena na ongijov'izolo)