Umvumo
Ihhashi Elimhlophe
4:50Ngithi heyi weh mntanami Heyi weh mntanami Ngithi heyi weh mntanami Heyi weh mntanami Ungayijahi lento Ayijahwa lento Ungayijahi lento Ayijahwa lento Ungakujahi ukumqoma Heyi ayijahwa lento Hayi ungakujahi ukuqoma Hayi ayijahwa lento Weh mntanami, weh mntanami Weh mntanami (Ungakujahi ukuqoma mntanami) Ayijahwa lento (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa) Weh mntanami, weh mntanami (Ungakujahi ukuqoma mntanami) Ayijahwa lento (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa) Ngithi heyi weh mntanami, weh mntanami (Ungakujahi ukuqoma mntanami) Ah ayijahwa lento (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa) Weh mntanami, weh mntanami (Ungakujahi ukuqoma mntanami) Ayijahwa lento (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa) Ukujaha ukuqoma kokubangela isono nesililo (Ungakujahi ukuqoma mntanami) Ayijahwa lento (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa) Woqoma uma usuyibone kahle (Ungakujahi ukuqoma mntanami) Ngob'uyogcin'usuqoma njalo (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa) Weh ngane yami, weh mntanami Weh mntanami, weh ngane yami Ungakujahi ukuqoma Weh ngane yami, weh ngane yami Weh mntanami, weh ngane yami Ungakujahi ukuqoma Woyibhek'uyibheke, uyibheke insizwa Uqom'usubhekile Ngob'ukujaha ukuqoma kokulandela isono nesililo (Ungakujahi ukuqoma mntanami) Wogcin'usuqoma njalo (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa) Weh mntanami, weh mntanami (Ungakujahi ukuqoma mntanami) Weh ngane yami ayijahwa lento (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa) (Ungakujahi ukuqoma mntanami) (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa) (Ungakujahi ukuqoma mntanami) (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa) Ukujaha ukuqoma kokubangela isono nesililo (Ungakujahi ukuqoma mntanami) Ayijahwa lento (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa) Woqoma uma usuyibone kahle (Ungakujahi ukuqoma mntanami) Ngob'uyogcin'usuqoma njalo (Woqoma uma usuyibone kahle insizwa)