Ivila
Ikhansela No Jbc
4:48Ningam'fak' ethuneni Ngingakam'boni ngamehlo Ngim'khulul' ahambe Ngivalelise kuye Umama we'ingane zam' Ningam'fak' ethuneni Ngingakam'boni ngamehlo Ngim'khulul' ahambe Ngivalelise kuye Umama we'ingane zam' Nam'hlanje yilanga Ngizom'bon' okok'gcina Ngim'khulul' ahambe Ngivalelise kuye Umama we'ingane zam' Yey' yalal' intomb' yomuntu madoda Yey' yalal' ethunen' ingena' cala Yey' yafa, yay'shiy' i'ingane zayo Yey' kul'khun' ezwen' madoda, yey' kul'khun' Uyadela wen' osulapho (Laph' ezweni kunosizi) Osuhlel' nabangcwel' ekhaya (Laph' ezweni kuyakhalwa) Yey' us'khonzele kwabaphambili (Laph' ezweni kuyafiwa, akukh' uk'phum'la em'hlabeni) Uyadela wen' osulapho (Laph' ezweni kunosizi) Osuhlel' nabangcwel' ekhaya (Laph' ezweni kuyakhalwa) Yey' us'khonzele kwabaphambili (Laph' ezweni kuyafiwa, akukh' uk'phum'la em'hlabeni) Yey' yalal' intomb' yevangeli madoda (Laph' ezweni kunosizi) Yey' yafa yay'shiy' i'ingane zayo (Laph' ezweni kuyakhalwa) Yey', yey' akekh' ongayokufa (Laph' ezweni kuyafiwa) Hhaw', wem'thakath' unecala (Akukh' uk'phum'la) Yey' unecala (Em'hlabeni) Khuluma nazo hlala bem'zond' abafaz' namadoda, beth' uyofa nin' mfo kaMkhize? Jik'jela ngampel' ikhansela, lijik'jela phansi laph' eMondlo, kuKwaZulu laph' eng'phuma khona Ng'hlala ngaphans' kwentaba yama'yala,ng'phuz' amatshitsh'amhlophe, mfan' wami Ay bangenza abathakath' madoda haw' ezweni Ningam'fak' ethuneni Ngingakam'boni ngamehlo Ngim'khulul' ahambe Ngivalelise kuye Umama we'ingane zam' Nam'hlanje yilanga Ngizom'bon' okok'gcina Ngim'khulul' ahambe Ngivalelise kuye Umama we'ingane zam' Maye yalal' intomb' yomuntu madoda Yey' yalal' ethunen' ingena' cala Yey' yafa yay'shiy' i'ingane zayo Hhaw' wem'bulal' unecala Uyadela wen' osulapho (Laph' ezweni kunosizi) Osuhlel' nabangcwel' ekhaya (Laph' ezweni kuyakhalwa) Yey' us'khonzele kwabaphambili (Laph' ezweni kuyafiwa, akukh' uk'phum'la em'hlabeni) Uyadela wen' osulapho (Laph' ezweni kunosizi) Osuhlel' nabangcwel' ekhaya (Laph' ezweni kuyakhalwa) Yey' us'khonzele kwabaphambili (Laph' ezweni kuyafiwa, akukh' uk'phum'la em'hlabeni) Yey' yalal' intomb' yevangeli madoda (Laph' ezweni kunosizi) Yey' yafa yay'shiy' i'ingane zayo (Laph' ezweni kuyakhalwa)