Umajazi
Ikhansela No Jbc
4:12Kukhon'umuntu oth'angishumayele Ngimemezele Ngokubuya kukaJesu Ngizwa izwi elith'angishumayele Ngimemezele Ngokubuya kukaJesu Kuthiwa ngitshele bonk'abonile Baphenduke Ngob'iNkosi izobuya Ngoba kukhon'abayokhala Bathi Nkosi asitshelwanga Uma sekuphendukwa Bayokhala abonile kuye Bathi Nkosi sixolele Angeke sisabezwa Bazalwane ngithandaziseni Aningithandaziseni Aningithandaziseni Kukhon'umuntu oth'angishumayele Weh bazalwane Ngokubuya kukaJesu Oh kaze bobalekela phi na (Masihlale silindile) Abonile kuJesu (Ngob'iNkosi izobuya) Ngob'iNkosi iyeza (Kuyozwakal'ihubo) (Oh leMvuselelo enkulu) Asihlale silindile (Masihlale silindile) Weh bazalwane (Ngob'iNkosi izobuya) Ngob'iNkosi iyeza (Kuyozwakal'ihubo) (Oh leMvuselelo enkulu) Kukhon'abayokhala (Bayothuka besabe) Bathi thina asitshelwanga (Abonileyo Kuye) Uma sekuphendukwa (Uma kuzwakal'ihubo) (Oh leMvuselelo enkulu) Khona kukhon'abayozisola (Bayothuka besabe) Ngelanga lokubuya kwakhe (Abonileyo Kuye) Uma sekuphendukwa (Uma kuzwakal'ihubo) (Oh leMvuselelo enkulu) Kukhona izwi elith'angishumayele (Masihlale silindile) Ngibatshele (Ngob'iNkosi izobuya) Abantu badukile (Kuyozwakal'ihubo) (Oh leMvuselelo enkulu) Kukhon'umuntu oth'angishumayele Ngimemezele Ngokubuya kukaJesu Oh Nkosi Ngoba kukhon'abayokhala Bathi thina asitshelwanga Uma sekuphendukwa Abanye bayozisola (Masihlale silindile) Bayozisola (Ngob'iNkosi izobuya) Uma sekuphendukwa (Kuyozwakal'ihubo) (Oh leMvuselelo enkulu) Nang'umuntu eth'angishumayele (Masihlale silindile) Ethi angibatshele (Ngob'iNkosi izobuya) (Kuyozwakal'ihubo) (Oh leMvuselelo enkulu) Nang'umuntu eth'angishumayele (Bayothuka besabe) Oh angibatshele bona ke (Abonileyo Kuye) Awu uyez'uJesu (Uma kuzwakal'ihubo) (Oh leMvuselelo enkulu) (Bayothuka besabe) (Abonileyo Kuye) (Uma kuzwakal'ihubo) (Oh leMvuselelo enkulu)