Notice: file_put_contents(): Write of 630 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Imbabazane - Inkumbulo | Скачать MP3 бесплатно
Inkumbulo

Inkumbulo

Imbabazane

Альбом: Sibamb' Elentulo
Длительность: 4:20
Год: 2003
Скачать MP3

Текст песни

Inkumbulo yakho westhadwa sami isingibulele
Shwele kuphele konke engikudlile
Mangicabanga wena
Uyobuya nini themba lami kodwa uzongibona

Uyobuya mini themba lami kodwa uzongibona

Kuyoba nini mina ngidlal' inkumbulo
(Angisalali nasebusuku ngibulawa yinkumbulo)
Kuyoba nini mina ngidlal' umzwangedwa
(Akusangeni nokudla ngibulawa ngumzwangedwa)

Kuvele kuphele konke engikudlile