Notice: file_put_contents(): Write of 630 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Imbabazane - Izinsizwa | Скачать MP3 бесплатно
Izinsizwa

Izinsizwa

Imbabazane

Альбом: Sibamb' Elentulo
Длительность: 4:21
Год: 2003
Скачать MP3

Текст песни

Izinsizwa azesabani ziyahloniphana (Awuphinde amazwi akho mfana angikuzwa ukuthi uthini)
Ukuthi umdala kimi akusho lutho lokho (Awuphinde amazwi akho mfana wami angikuzwa ukuthi uthini)

Ungibiza ngomfana ngaqathwa nguwe yini (Awuphinde amazwi akho mfana angikuzwa ukuthi uthini)
Mina abakithi abafana ngabashiya ekhaya (Awuphinde amazwi akho mfana wami angikuzwa ukuthi uthini)

Ungibiza ngomfana ngakhula nawe yini (Awuphinde amazwi akho mfana angikuzwa ukuthi uthini)

Awuthath' ezakho sibonane khona (Heyakho inkani namhlanje izophela sekufike thina)
Ngelamanqamu namhlanje izophel' inkani (Heyakho inkani namhlanje izoqedwa yinduku)

Ngelamanqamu namhlanje uzoyidel' inkani (Heyakho inkani namhlanje izoqedwa yinduku)