Notice: file_put_contents(): Write of 636 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Imbabazane - Ngadlani Kabani | Скачать MP3 бесплатно
Ngadlani Kabani

Ngadlani Kabani

Imbabazane

Альбом: Isithebe
Длительность: 4:20
Год: 2006
Скачать MP3

Текст песни

Ngokulamula kwami seningithese icala (waland' uzulu)
Sekuyimi onecala (bahlangana ngami)
Hawu icala lavul' ingubo langena (nanku umdeni sowugqike ephingeni lami)

Senginamana mbani engabe ngadlani ekabani (waland' uzulu)
Njengoba nisola mina (bahlangana ngami)

Phela abantu bayanzonda (ngabona ngako umabengibiza ngomthaka ukuthi bayangizonda)

Laba abantu bahlangana ngami (ngabona ngako umabengibiza ngomthaka ukuthi bayangizonda)
Nokumbulala bengambulala (ngabona ngako umabengibiza ngesela ukuthi abangithandi)

Nokumbulala bengambulala (ngabona ngako umabengibiza ngesela ukuthi Abangithandi)

Laba abantu bahlangena ngami (ngabona ngako umabengibiza ngomthaka ukuthi bayangizonda)