Ngizakuwe Baba
Ikhansela No Jbc
4:55Sewuqonywe waqonywa sewukhathele manje (Ngicel'uxolo mama wabantabami sengibuyile manje) Hamb'ushone wes'gilamkhuba (Nami ngangingazi ukuthi ngangenzani ngixolele mama) Sewuqonywe waqonywa sewukhathele manje (Ngicel'uxolo mama wabantabami sengibuyile manje) Hamb'ushone wes'gilamkhuba (Nami ngangingazi ukuthi ngangenzani ngixolele mama) Sewuqonywe waqonywa sewukhathele manje (Ngicel'uxolo nina wabantabami sengibuyile manje) Hamb'ushone wes'gilamkhuba (Nami ngangingazi ukuthi ngangenzani ngixolele mama) Sewuqonywe waqonywa sewukhathele manje (Ngicel'uxolo nina wabantabami sengibuyile manje) Hamb'ushone wes'gilamkhuba (Nami ngangingazi ukuthi ngangenzani ngixolele mama) (Ngicel'uxolo nina wabantabami sengibuyile manje) (Nami ngangingazi ukuthi ngangenzani ngixolele mama) Sewuqonywe waqonywa sewukhathele manje (Ngicel'uxolo nina wabantabami sengibuyile manje) Hamb'ushone wes'gilamkhuba (Nami ngangingazi ukuthi ngangenzani ngixolele mama) Ekazi kuyoba nini mina ngidlala les'gilamkhuba(Kuyoba nini mina ngidlala lendoda ilokhu ishintsh'abafazi) Ekazi kuyoba nini mina ngidlala les'gilamkhuba (Kuyoba nini mina ngidlala lendoda ilokhu ishintsh'abafazi) Ekazi kuyoba nini mina ngidlala les'gilamkhuba (Kuyoba nini mina ngidlala lendoda ilokhu ishintsh'abafazi) Izongifakel'ingculaza (Kuyoba nini mina ngidlala lendoda ilokhu ishintsh'abafazi) Izongithelel'ingculaza (Kuyoba nini mina ngidlala lendoda ilokhu ishintsh'abafazi) Mina ngesaba ingculaza (Kuyoba nini mina ngidlala lendoda ilokhu ishintsh'abafazi) Mina ngisaba ingculaza (Kuyoba nini mina ngidlala lendoda ilokhu ishintsh'abafazi) Ekazi kuyoba nini mina ngidlala les'gilamkhuba(Kuyoba nini mina ngidlala lendoda ilokhu ishintsh'abafazi) Ekazi kuyoba nini mina ngidlala les'gilamkhuba (Kuyoba nini mina ngidlala lendoda ilokhu ishintsh'abafazi) Ekazi kuyoba nini mina ngidlala les'gilamkhuba (Kuyoba nini mina ngidlala lendoda ilokhu ishintsh'abafazi) Izongifakel'ingculaza (Kuyoba nini mina ngidlala lendoda ilokhu ishintsh'abafazi)