Ngiyashisa Bhe!
Mfaz' Omnyama
4:58Yebo baba ungang'sola nje (Aw'ng'tshele ngab'eyakabani lengane) Nami ngiyavuma ngiyal'bon'iphutha lami (Ok'shuthi mfazi uphingile) Baba nguw'owadala lokho ukube waw'buy'ekhaya njeng'amany'amadoda ngab'azange sangena les'dikiselo kulel'ibhodwe Yebo baba ungang'sola nje (Aw'ng'tshele ngab'eyakabani lengane) Nami ngiyavuma ngiyal'bon'iphutha lami (Ok'shuthi mfazi uphingile) Baba nguw'owadala lokho ukube waw'buy'ekhaya njeng'amany'amadoda ngab'azange sangena les'dikiselo kulel'ibhodwe Ngixolele baba ngonile (Beng'kwethemba nina wabantabami) Mina ngeke ng'phinde angeke baba (Kodw'angfun'ivezandlebe kulomuzi) Kodwa nguw'owadala lokho ukube waw'buy'ekhaya njeng'amany'amadoda ngab'azange sangena les'dikiselo kulel'ibhodwe Ngixolele baba ngonile (Beng'kwethemba nina wabantabami) Mina ngeke ng'phinde angeke baba (Kodw'angfun'ivezandlebe kulomuzi) Kodwa nguw'owadala lokho ukube waw'buy'ekhaya njeng'amany'amadoda ngab'azange sangena les'dikiselo kulel'ibhodwe Habe nang'umfazi engibhedela Ush'ukuthi zonke lezidikiselo ezigcwele lay'khaya yimina engathi zifake lay'khaya Wawuy'phathelwe ukukhohlakala kwakho Hamb'impela Ngoba nguw'owadala lokho ukube waw'buy'ekhaya njeng'amany'amadoda ngab'azange sangena les'dikiselo kulel'ibhodwe Ngixolele baba ngonile (Beng'kwethemba nina wabantabami) Mina ngeke ng'phinde angeke baba (Kodw'angfun'ivezandlebe kulomuzi) Kodwa nguw'owadala lokho ukube waw'buy'ekhaya njeng'amany'amadoda ngab'azange sangena les'dikiselo kulel'ibhodwe Kant'usela Wothi ngiland'isagila sami ngikusakaz'ikhanda ngempela Hamba nazo zonke lezidikiselo zakho wena la Mina ngeke ng'phinde angeke baba (Kodw'angfun'ivezandlebe kulomuzi) Ukube waw'buy'ekhaya njeng'amany'amadoda ngab'azange sangena les'dikiselo kulel'ibhodwe Yebo baba ungang'sola nje (Aw'ng'tshele ngab'eyakabani lengane)