Uyezwa Na?
Impumelelo
4:35Ngibakhulisil'abantabami bangibalekela Ngizikhulisil'izingane zami zangibalekela Ngibakhulisil'abantabami bangibalekela Ngizikhulisil'izingane zami zangibalekela Yint'engizoyithini na? Yint'engizoyitshela bani le? Yint'engizoyithini na? Yint'engizoyitshela bani le? Ngibakhulisil'abantabami bangibalekela Ngizikhulisil'izingane zami zangibalekela Yint'engizoyithini na? Yint'engizoyitshela bani le? Yint'engizoyithini na? Yint'engizoyitshela bani le? Mina bengith'ukuzala ukuzelula amathambo weh Mina bengith'ukuzala ukuzelula amathambo weh Mina bengith'ukuzala ukuzelula amathambo weh Mina bengith'ukuzala ukuzelula amathambo weh Yint'engizoyithini na? Yint'engizoyitshela bani le? Baqinisil'ukuth'umuntu akazizal'uqobo lwakhe Baqinisil'umfundis'akazizal'uqobo lwakhe Nginikhulisile bantabami kodwa niyangihlupha Baqinisil'umfundis'akazizal'uqobo lwakhe Baqinisil'ukuth'umuntu akazizal'uqobo lwakhe Nginikhulisile bantabami kodwa niyangihlupha Ngibakhulisil'abantabami bangibalekela Ngizikhulisil'izingane zami zangibalekela Yint'engizoyithini na? Yint'engizoyitshela bani le? Mina bengith'ukuzala ukuzelula amathambo weh Mina bengith'ukuzala ukuzelula amathambo weh Yint'engizoyithini na? Yint'engizoyitshela bani le? Yint'engizoyithini na? Yint'engizoyitshela bani le?