Umbayimbayi
Inkabi Zezwe
3:50Oh, yeah(Kulaph' engikhulele khona) Kusekhaya lana wemntanami(Oh, kusekhaya lana, oh yeah) (Kulaph' engikhulele khona) (Oh, kusekhaya lapha, oh yeah) (Kulaph' engikhulele khona) Yeah(Oh, kusekhaya lapha, oh yeah) (Kulaph' engikhulele khona) (Oh, kusekhaya la, oh yeah) Khaya lami leli ngiyalithanda Kodwa kusekhaya la(Oh, kusekhaya la, oh yeah) Noma ngabe izindlu ezodaka, aw ma Kodwa kusekhaya la, yeah, yeah(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Noma silala singadlile, wema Kodwa kusekhaya la(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Hlekisa ngami makhelwane Kodwa kusekhaya la Wemntanami Lekhaya wena ongay'qhenyi ngalo Khona abalifisayo, oh yeah Lekhaya wena oy'nyeza ngalo Khona abalifisayo, mmh, mmh Lekhaya olibona liyihlazo kuwe Khona abalifisayo, oh yeah Ley'ntandane ey'ngaka ey'lal emgwaqeni Yizo ezil'fisayo, oh yeah Khaya lami leli ngiyalithanda Kodwa kusekhaya la(Oh, kusekhaya la, oh yeah) Noma ngabe izindlu zodaka, aw ma Kodwa kusekhaya la, yeah, yeah(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Noma silala singadlile, wema Kodwa kusekhaya la(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Hlekisa ngami makhelwane Kodwa kusekhaya la (Shuni wenkani) Baba ngiyakhuleka(Baba ngiyakhuleka) Kwami kuyanyukela(Okwami kuyanyukela) Mpilo ngyahluleka Ng'cela ungiphe amandla, ingilosi uyithumele Thumel' umkhuleko(Thumel' umkhuleko) Siyazama siyahluleka Nhliziyo yami, umoya uyaphuleka Ekhaya siyahlupheka Noma ngabe izindlu ezodaka Kodwa kusekhaya Noma ngabe silala siphuz' amanzi odwa Kodwa kusekhaya la, awu(Oh, yeah) Khaya lami leli ngiyalithanda Kodwa kusekhaya la(Oh, kusekhaya la, oh yeah) Noma ngabe izindlu zodaka mama Kodwa kusekhaya la oh yeah, yeah(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Noma silala singadlile wemama Kodwa kusekhaya la(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Hlekisa ngami makhelwane Kodwa kusekhaya la (Kulaph' engikhulele khona) (Oh, kusekhaya lapha, oh yeah) (Kulaph' engikhulele khona) (Oh, kusekhaya lapha, oh yeah)