National Anthem
Inkos'Yamagcokama
4:50Anginawo amaningi Ang'nawo amaningi Anginawo amaningi Ang'nawo amaningi Anginawo amaningi Ngicela waz ukuthi ngyakthanda aah Uthando lwami nawe luyanda aah Uzobuya nini I wonder aah Ngyafa makhaza lana kyabanda aah Ngyasha ngyacima ngawe Amanda aah We will be forever Wakanda aah Sdudla sami my ganda ganda aah Kukhona abazofika bekhulume kabi ngam Beng'bek amabala besho konk okubi ngam Ngicela uze ungabalaleli themba lam Ngoba naw uyaz ukuth usuka kude nam Seng'cabang ukuthi ngyobikel umama wam Eshis impeph' emsam ayok'bik edlozi lam Isfiso sam ukuth ubengumama wezingane zam Ngicela waz ukuthi ngyakthanda aah Uthando lwami nawe luyanda aah Uzobuya nini I wonder aah Ngyafa makhaza lana kyabanda aah Ngyasha ngyacima ngawe Amanda aah We will be forever Wakanda aah Sdudla sami my ganda ganda aah Ang'nawo amaningi Anginawo amaningi Ukude nami s'thandwa I am home alone Ngithunywe inhliziyo themba lam isthunywa asoni Ithi ang'kutshel ubuy ang'khon ukphila ngingakboni Ok'beke kude nami okol'bamba lingashoni Seng'fisa namaphiko ng'vele ng'ndize njenge nyooonii Impela ngyafisa ubeseduze nam Ngicela ubong'siza ubuye s'thandwa sam Ngoba ngyak'dinga uwen ubambo lwam Impil' iyang'sinda uma ng'phila ngokwam Anginawo amaningi Ang'nawo amaningi Anginawo amaningi Ang'nawo amaningi Anginawo amaningi Ngicela waz ukuthi ngyakthanda aah Uthando lwami nawe luyanda aah Uzobuya nini I wonder aah Ngyafa makhaza lana kyabanda aah Ngyasha ngyacima ngawe Amanda aah We will be forever Wakandaaah Sdudla sami my ganda ganda aah Ukude nami s'thandwa I am home alone Ngithunywe inhliziyo themba lam isthunywa asoni Ithi ang'kutshel ubuy ang'khon ukphila ngingakboni Ok'beke kude nami okol'bamba lingashoni Seng'fisa namaphiko ng'vele ng'ndize njenge nyoni Impela ngyafisa ubeseduze nam Ngicela ubong'siza ubuye s'thandwa sam Ngoba ngyak'dinga uwen ubambo lwami