Notice: file_put_contents(): Write of 651 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Inkos'Yamagcokama - Intombi Yomfana | Скачать MP3 бесплатно
Intombi Yomfana

Intombi Yomfana

Inkos'Yamagcokama

Альбом: First Class
Длительность: 3:02
Год: 2019
Скачать MP3

Текст песни

Cha ungehlule msheli wami uyezwa
Ungehlulile singalwile
Ungbona lana ung'bona kokugcina
Cha ungehlule msheli wami uyezwa
Ungehlulile singalwile
Ungbona lana ung'bona kokugcina

Cha kona usungehlule msheli wami uyezwa
Ungehlulile singalwanga
Ung'bona lana ung'bona kokugcina

Ubuthuleleni sonke leskhathi mina ngikushela msheli wami
Kwaguga ama Carvela kwaguga ama Arbiter
Awusangitsheli ukuthi wena ukhulelwe
Ubuthuleleni sonke leskhathi  mina ngikushela msheli wami
Kwaguga ama Carvela kwaguga ama Arbiter
Awusangitsheli ukuthi wena unendoda
Ubuthuleleni sonke leskhathi mina ngikushela msheli wami
Kwaguga ama Carvela kwaguga ama Arbiter
Awungitsheli ukuthi wena ukhulelwe
Cha usungehlule msheli wami uyezwa
Ungehlulile singalwile
Ung'bona lana ung'bona kokugcina

Ngaze ngadlala ngeskhathi sami maa
Ngithi ngishela itshitshi
Kanti ngishela intombi yomfana
Ngaze ngadlala ngeskhathi sami maa
Ngithi ngishela itshitshi
Kanti ngishela intombi yomfana
Ngaze ngadlala ngeskhathi sami maa
Ngithi ngishela itshitshi
Kanti ngishela intombi yomfana

Ngaze ngagqigqa ngehla ngenyuka
Ngikshela kanti wena msheli wami ungifihlel' ukuthi wen' uzithwele