Notice: file_put_contents(): Write of 659 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Inkos'Yamagcokama - Ukwenza Kuyashiyana | Скачать MP3 бесплатно
Ukwenza Kuyashiyana

Ukwenza Kuyashiyana

Inkos'Yamagcokama

Альбом: Ride Or Die
Длительность: 4:30
Год: 2024
Скачать MP3

Текст песни

Ukwenza kyashiyana wala mina
(Buyela kwi Ex yakho umusay'funa)

Ukwenza kyashiyana mama mawala mina
(Buyela kwi Ex yakho umusay'thanda)

Ukwenza kyashiyana wala mina
(Buyela kwi Ex yakho umusay'funa)

(Uma uthandana nami)
Uth'uVusi wayengenzi kanje
(Nami futhi ngineyami indlela)
USimphiwe wayengak'phethe kanje
(Yokukubonis'uthando)
Ngu Simphiwe yini kanti mina?
(Angeke sfane mama)
Musung'qhathanisaa

(Uma uzojola nami)
UThuthani wayengenzi kanje
(Nami futhi ngineyami indlela)
USbonelo wayengak'phethe kanje
(Yokukubonis'uthando)
Ngu Mpetuleni yini kanti mina?
(Angeke sfane mama)
Musung'qhathanisa

(Uma uthandana nami)
USakhile wayengenzi kanje
(Nami futhi ngineyami indlela)
Uth'uThobelani wayengak'phethe kanje
(Yokukubonis'uthando)
Ngu Thobelani yini kanti mina?
(Angeke sfane mama)
Musung'qhathanisa

Ukwenza kyashiyana wala mina
(Angeke uyithole Insizwa eyofana nami)

Ukwenza kyashiyana malo wala mina
(Angeke uyithole Insizwa eyofana nami)

Ukwenza kyashiyanoo wala mina
(Angeke uyithole Insizwa eyofana nami)

Ukwenza kyashiyana malo Wala mina
(Angeke uyithole Insizwa eyofana nami)

Uma uthandana nami (qhabobo qhabobo qhabobo)
Nami futhi ngineyami indlela (musung'qhathanisa dali)
Yokukubonis'uthando (musung'qhathanisa dali)
Angeke sifane
(Ne Ex yakho mina)

Uma uthandana nami (qhabobo qhabobo qhabobo)
Nami futhi ngineyami indlela (musung'qhathanisa dali)
Yokukubonis'uthando (musung'qhathanisa dali)
Angeke sifane mama
(Ne Ex yakho mina)

Uma uzojola nami (qhabobo qhabobo qhabobo)
Nami futhi ngineyami indlela (musung'qhathanisa dali)
Yokukubonis'uthando (musung'qhathanisa dali)
Angeke sfane mama (ne Ex yakho mina)

Buyela kwi Ex yakho umusay'funa
Buyela kwi Ex yakho umusay'thanda
Buyela kwi Ex yakho umusay'funa

Uth'uVusi wayengenzi kanje, uSimphiwe wayengak'phethe kanje
Ngu Simphiwe yini kanti mina?
Musung'qhathanisaa
Buyela kwi Ex yakho umusay'funa
(Angeke uyithole Insizwa eyofana nami)

Buyela kwi Ex yakho umusay'thanda
(Angeke uyithole Insizwa eyofana nami)

Buyela kwi Ex yakho umusay'funa
(Angeke uyithole Insizwa eyofana nami)
(Angeke uyithole Insizwa eyofana nami)

Uth'uVusi wayengenzi kanje (qhabobo qhabobo qhabobo)
USimphiwe wayengak'phethe kanje (Musung'qhathanisa dali)
Ngu Simphiwe yini kanti mina?
Musung'qhathanisa
(Ne Ex yakho mina)

UThuthani wayengenzi kanje (qhabobo qhabobo qhabobo)
USbonelo wayengak'phethe kanje (Musung'qhathanisa dali)
Ngu Mpetuleni yini kanti mina?
(Musung'qhathanisa dali)

Musung'qhathanisa
(Ne Ex yakho mina)

USakhile wayengenzi kanje (qhabobo qhabobo qhabobo)
UThobelani wayengak'phethe kanje (Musung'qhathanisa dali)
Ngu Thobelani yini kanti mina?
(Musung'qhathanisa dali)

Musung'qhathanisa
(Ne Ex yakho mina)

Ukwenza kyashiyana wala mina
Ukwenza kyashiyana mama mawala mina
Ukwenza kyashiyana wala mina

Uma uthandana nami
Nami futhi ngineyami indlela yokukubonis'uthando angeke sfane mama

Uma uzojola nami
Nami futhi ngineyami