Amazwi
Intabayasedubai
3:58Sawubona, sisi, unjani? Waze wamuhle Igama nguLindokuhle Ng'phuma kwaMaphumulo Ubuhle bakho buyathusa, abujwayelekanga (Ngyaxolisa ngimangazw'ubuhle bakho) Ubuhle bakho buyathusa, abujwayelekanga (Nngimangazw'ubuhle bakho) Awufani nala banye osisi eng'hlale ng'babon' ema-tarven Awufani nhlobo nala banye osisi eng'hlale ng'babon' e'indaweni Awufani nala banye osisi eng'hlale ng'babon' ema-tarven Awufani nhlobo nala banye osisi eng'hlale ng'babon' e'indawe Ng'yazi ukuthi uzothi ng'nehaba Yenzan' le bhari iqamba amanga? Ng'yaxolisa nami ukuba yiqaba Mntanomuntu, ngicela ukukwazi igami Mina ngijwayele ukukhuluma kakhulu umungu agcine engaphendulanga Mina ngijwayele, umkhuba engazalwa nawo (Inking'ubuhle bakho) Inkinga ubuhle bakho buyangisanganisa Hheyi, ngithi ubuhle bakho buyangisanganisa Ngizw' imizwa yami (Ngizw' imizwa yami) Amalung' omzimb' uyawaphambanisa Ngizw' imizwa yami Ngizw' igazi liyangishiya Lithi ngo-2020 ng'fun' uk'yeka yonke Le ndaba yosisi abathithizayo Ngifun' umuntu omuhle, o-right, onjengawe (Bese) ngim'bek' endlini, ngim'fak' i-ring, ngim'biza ngo-ma'am Kwase ang'yona le ndod' ezwana ne-makeup Nok'dweb' ishiya, nok'faka ne'inwele (Kodwa kuw'ihlala ngendlel'ehlukile awfani nabanye) Awufani nala banye osisi eng'hlale ng'babon' ema-tarven (Awufani nabanye) Awufani nhlobo nala banye osisi eng'hlale ng'babon' e'indaweni Awufani nala banye osisi eng'hlale ng'babon' ema-tarven (Awufani nabanye) Awufani nhlobo nala banye osisi eng'hlale ng'babon' e'indaweni Bheka 'ma uhleka engathi wenza ngamabomu Awubheke 'ma uhamba ngathi ngingahla emuva ngik'bheke K'phela namahloni Cha uyafana noma- wakho (Cha uyafana noma- wakho) Angimazi impela kodwa nginesiqiniseko ukuthi nguye lo engimubonayo 'ma ngibona ubuso bakho Wena uhlukile (Ngmangazw'ubuhle bakho) Uyabonakala ukuthi kini bakufundisile (Ngmangazw'ubuhle bakho) Singawakha umuzi (Ngmangazw'ubuhle bakho) Phela ngihlala ngihlanga nabantu abangangifaneli (Ngmangazw'ubuhle bakho) I'm choosy (Ngmangazw'ubuhle bakho) Phela ngihlala ngihlanga nabantu abangangifaneli I'm choosy Namanje ng'-choose ukuthi ngcel'ungiphi namba yakho (Awufani nabanye) Ng'cel' ung'kholwe 'ma ngithi, awufani nabanye (Ngmangazw'ubuhle bakho) Sawubona, sisi, unjani? (Ngmangazw'ubuhle bakho) Waze wamuhle (Ngmangazw'ubuhle bakho) Igama nguLindokuhle (Ngmangazw'ubuhle bakho) Ng'phuma kwaMaphumulo (Ngmangazw'ubuhle bakho) Ubuhle bakho buyathusa, abujwayelekanga (Ngmangazw'ubuhle bakho) Ubuhle bakho buyathusa, abujwayelekanga (Ngmangazw'ubuhle bakho) Awufani nala banye osisi eng'hlale ng'babon' ema-tarven Awufani nhlobo nala banye osisi eng'hlale ng'babon' e'indaweni Awufani nala banye osisi eng'hlale ng'babon' ema-tarven Awufani nhlobo nala banye osisi eng'hlale ng'babon' e'indaweni