Ifa Lakwami
Intombi Ehloniphayo
4:02Awuvuthi umlilo ungabasiwe (ubona kusha laphayana kukhona kadebas' umlilo) Awuvuthi umlilo ungabasiwe khuluma mntanami wenzeni emzini (ubona kusha laphayana kukhona kadebas' umlilo) Awuvuthi umlilo ungabasiwe (ubona kusha laphayana kukhona kadebas' umlilo) Awuvuthi umlilo ungabasiwe khuluma mntanami wenzeni emzini (ubona kusha laphayana kukhona kadebas' umlilo) Buyel' emzini mntanami obonisana nomkhwenyana (sukuma samba kengiyozwa ukuthi kanti emzini wenzeni) Sigugela koyihlo nje nathi kwakunjalo buyel' emzini mntanami (sukuma samba kengiyozwa ukuthi kanti emzini wenzeni) Buyel' emzini mntanami obonisana nomkhwenyana (sukuma samba kengiyozwa ukuthi kanti emzini wenzeni) Sigugela koyihlo nje nathi kwakunjalo buyel' emzini mntanami (sukuma samba kengiyozwa ukuthi kanti emzini wenzeni) Awuvuthi umlilo ungabasiwe (ubona kusha laphayana kukhona kadebas' umlilo) Awuvuthi umlilo ungabasiwe khuluma mntanami wenzeni emzini (ubona kusha laphayana kukhona kadebas' umlilo) Awuvuthi umlilo ungabasiwe (ubona kusha laphayana kukhona kadebas' umlilo) Awuvuthi umlilo ungabasiwe khuluma mntanami wenzeni emzini (ubona kusha laphayana kukhona kadebas' umlilo) Awuvuthi umlilo ungabasiwe (ubona kusha laphayana kukhona kadebas' umlilo) Awuvuthi umlilo ungabasiwe khuluma mntanami wenzeni emzini (ubona kusha laphayana kukhona kadebas' umlilo) Buyel' emzini mntanami obonisana nomkhwenyana (sukuma samba kengiyozwa ukuthi kanti emzini wenzeni) Sigugela koyihlo nje nathi kwakunjalo buyel' emzini mntanami (sukuma samba kengiyozwa ukuthi kanti emzini wenzeni)