Yebo Ngiyavuma
Ithwasa Lekhansela
3:07Bantabami weh (Ngivuk'ekuseni ngovivi) Bantabami weh (Ngehla ngenyuka) Kanti nitshelwa kanjani na (Ngisebenzela nina bantabami) Bantabami weh (Ningiphoxela ni na) Bantabami weh (Weh ngane zami) Kanti nitshelwa kanjani na (Ngivuk'ekuseni ngovivi) (Ngehla ngenyuka) (Ngisebenzela nina bantabami) Selokhu wahamba ubaba wenu (Ningiphoxela ni na) Anifun'ukulalela (Weh ngane zami) Bantabami weh Bantabami weh Ngabe niyangizonda yini na Niyangizonda yini na Aningilaleli ngani Aningilaleli ngani Njengoba ngithengis'amabanana Ngibuy'ebusuku kanjen'ekhaya (Ngivuk'ekuseni ngovivi) Ngibuy'ebusuku kanjen'ekhaya (Ngehla ngenyuka) (Ngisebenzela nina bantabami) Ematshwaleni yini (Ningiphoxela ni na) Ematshwaleni yini (Weh ngane zami) Anisafun'ukuya eskoleni bantabami (Ngivuk'ekuseni ngovivi) Anisafun'ukuya eskoleni ngane zami (Ngehla ngenyuka) Kanti nitshelwa kanjani na (Ngisebenzela nina bantabami) Bantabami weh (Ningiphoxela ni na) Bantabami weh (Weh ngane zami) Selokhu kwashona ubaba wenu (Ngivuk'ekuseni ngovivi) Selokhu kwashona ubaba wenu (Ngehla ngenyuka) Anisafun'ukuya eskoleni ngane zami (Ngisebenzela nina bantabami) Nabhem'iWunga ngane zami (Ningiphoxela ni na) Naphuz'utshwala ngane zami (Weh ngane zami) Abanye bayakhulelwa la endlini (Ngivuk'ekuseni ngovivi) Abanye bayakhulelwa la ekhaya (Ngehla ngenyuka) Abanye bayakhulelisa (Ngisebenzela nina bantabami) Abanye bayakhulelisa Ningilethel'amacala (Ningiphoxela ni na) Ningilethel'amacala (Weh ngane zami) Bantabami weh (Ngivuk'ekuseni ngovivi) Ngane zami weh (Ngehla ngenyuka) Ngabe niyangizonda yini na (Ngisebenzela nina bantabami) Njengokuba ningihlukumeza kanjena na (Ningiphoxela ni na weh ngane zami) Selokhu kwahamba ubaba wenu la ekhaya (Ngivuk'ekuseni ngovivi) Selokhu kwashona ubaba wenu la endlini (Ngehla ngenyuka) (Ngisebenzela nina bantabami) Nina anifun'ukulalela (Ningiphoxela ni na) Anifun'ukulalela (Weh ngane zami) Ngane zami weh (Ngivuk'ekuseni ngovivi) Bantabami weh (Ngehla ngenyuka) Ngane zami weh (Ngisebenzela nina bantabami)