Ugwayi Uvutha
Ithwasa Lekhansela
3:57Imbibizane phela lena Imbanga phela lena (Imbanga phela lena) Uma ngithi ngiyamkhuz'umntanami Uvel'angitshel'ukuthi Wayengekh'ebusheni bami Mninimandla Wonke (Mninimandla Wonke) Ngenelela Baba (Ngenelela) Ngabe sewugugile (Ngabe sewugugile yini Baba) Eminyakeni eyadlula (Eminyakeni eyadlula) Ngashiywa umntanami Owasuka la Wath'uyokhiph'isisu Manje (Uma ngithi ngiyamkhuza) Wangitshel'ukuthi Wagunyazwa uHulumeni Manje (Manje sengijikelwa umfana wami) Akayibhemi, akayibhemi (Akasabhemi, akayibhemi insangu) Uma ngithi ngiyamkhuza (Uma ngithi ngiyamkhuza) Ungitshela (Nay'ungitshel'ukuthi) Wagunyazwa uHulumeni Kush'uthi ikhona lento (Kush'uthi ikhona lento ayihlanganise nayo) Obaba bethu (Obaba bethu) Babeyibhema (Babeyibhem'insangu) Kodwa abazange (Kodwa abazange bajikel'abazali) Ikhona lento ayihlanganise nayo (Kush'uthi ikhona lento ayihlanganise nayo) Obaba bethu (Obaba bethu) Babeyibhema (Babeyibhem'insangu) Kodwa abazange (Kodwa abazange bajikel'abazali) Ikhona lento ayihlanganise nayo (Kush'uthi ikhona lento ayihlanganise nayo) Obaba bethu (Obaba bethu) Babeyibhema (Babeyibhem'insangu) Kodwa abazange (Kodwa abazange bajikel'abazali) Ikhona lento ayihlanganise nayo (Kush'uthi ikhona lento ayihlanganise nayo) Obaba bethu (Obaba bethu) Babeyibhema (Babeyibhem'insangu) Kodwa abazange (Kodwa abazange bajikel'abazali) Ikhona lento ayihlanganise nayo Obaba bethu Babeyibhem'insangu Kodwa abazange Ikhona lento ayihlanganise nayo Obaba bethu Babeyibhem'insangu Kodwa abazange Kush'uthi ikhona lento Obaba bethu Babeyibhema Kodwa abazange Ikhona lento ayihlanganise nayo (Kush'uthi ikhona lento ayihlanganise nayo) Obaba bethu (Obaba bethu) Babeyibhema (Babeyibhem'insangu) Kodwa abazange (Kodwa abazange bajikel'abazali) Ikhona lento ayihlanganise nayo (Kush'uthi ikhona lento ayihlanganise nayo) Obaba bethu (Obaba bethu) Babeyibhema (Babeyibhem'insangu) Kodwa abazange (Kodwa abazange bajikel'abazali) Ikhona lento ayihlanganise nayo (Kush'uthi ikhona lento ayihlanganise nayo) Obaba bethu (Obaba bethu) Babeyibhema (Babeyibhem'insangu) Kodwa abazange (Kodwa abazange bajikel'abazali) Ikhona lento ayihlanganise nayo (Kush'uthi ikhona lento ayihlanganise nayo) Obaba bethu (Obaba bethu) Babeyibhema (Babeyibhem'insangu) Kodwa abazange (Kodwa abazange bajikel'abazali) Ikhona lento ayihlanganise nayo (Kush'uthi ikhona lento ayihlanganise nayo) Obaba bethu (Obaba bethu) Babeyibhema (Babeyibhem'insangu) Kodwa abazange (Kodwa abazange bajikel'abazali)