Ayi Ukuzenzisa
Ithwasa Lekhansela
3:07Waphaphama Waphaphama umzimba Utshelwe ubani ukuthi sekusile mzimba Waphaphama Waphaphama umzimba Utshelwe'ubani ukuthi sekusile mzimba Njengob'ukwazi ukuhlukanis'imini nobusuku Mzimba Okush'ukuthi uhlakaniphe ngempela mzimba Njengob'ukwazi ukuhlukanis'imini nobusuku Mzimba Okush'ukuthi uhlakaniphe ngempela mzimba Ngaphambi kokub'uvuke Uthath'amazi ugeze Uthath'isixubho, uxubhe Uthath'ingubo ugqoke Uye emsebenzini Thumel'unembez'enhliziyweni Awuthumel'umqondo engqondweni Thumel'unembez'enhliziyweni Awuthumel'umqondo engqondweni Bese uyabuza uthi (Zinkanuko zami) (Seniswel'into enizoyenza yini na) (Zinkanuko zami) (Kodwa naqina njengetshitshi liqal'ukuqoma) Ubowubuz'impela lombuzo (Zinkanuko zami) Ngithi ubuze (Seniswel'into enizoyenza yini na) (Zinkanuko zami) (Kodwa naqina njengetshitshi liqal'ukuqoma) Nom'amehlo embonile Unamathang'amahle Kodwa usasemncane lomntwana Nom'amehlo embonile Unamahips amahle Kodw'useshadile lomntwana Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela nengane eyisencane (Nasemajele bayakubiza) Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela abantwana abancane (Nasemajele bayakubiza) Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela abantwana abancane (Nasemajele bayakubiza) Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela nengane eyisencane (Nasemajele bayakubiza) Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela abantwana abancane (Nasemajele bayakubiza) Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela abantwana abancane (Nasemajele bayakubiza) Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela nengane eyisencane (Nasemajele bayakubiza) Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela abantwana abancane (Nasemajele bayakubiza) Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela abantwana abancane (Nasemajele bayakubiza) Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela nengane eyisencane (Nasemajele bayakubiza) Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela abantwana abancane (Nasemajele bayakubiza) Uma ushel'abafazi babantu (Emthangaleni bayakubiza) Uma ushela abantwana abancane (Nasemajele bayakubiza)