Iqhude Komaskandi
Jaiva Zimnike
3:36Aw ng'yoke ng'bone lezintombi esez'qomela imali Ngabe z'yogana kwamabani Aw ng'yoke ng'bone lezintombi esez'qomela imali Ngabe z'yogana kwamabani Aw ng'yoke ngizwe lezontombi esez'qomela imali Ngabe z'yogana kwamabani OMsizi bayashela nje bashela nemali OSfiso bayaqonywa nje banqonyelw'imami NoJobe bayaqonywa nabo baqonyelw'izimoto OScelo bayaqonywa nabo boqonyelwa uk'cofacofa Maw'ngenamali angeke uy'thole intombi Maw'ngenalutho angeke uy'thole intombi Maw'ngenamali angeke uy'thole intombi lafa elihle kakhulu Aw ng'yoke ngizwe Sez'qomela imali z'yogana kwamabani Ssez'qomela imali engabe z'yogana kwamabani Shela wena uzobona Shela wena uzobona Ngithi shela wena uzobona Mawungakasheli angeke ungitshele lutho Mawungakasheli angeke ungitshele lutho Futhi maw'ngazuqonywa angeke ungitshele lutho Futhi maw'ngazuqonywa angeke ungitshele lutho Ngithi shela wena uzobona Sas'khebeklela thina sikhiph'izinqa obala Sas'khebeklela thina sicupha isoka mfana Sas'khebeklela thina sicuph'unguncu wemfana Sas'khebeklela thina sithintitha uBrentwood Ngithi hamba uyoqamela wemfana Bese uyeke ukugwazela amantombazane Ngithi hamba uyoshela wemfana (Sas'khebeklela thina sikhiph'izinqa obala) Bese uyeke ukugwazela amantombazane (Sithi shela wena uzobona) Ngithi hamba uyoqamela wejoy (Sas'khebeklela thina sikhiph'izinqa obala) Bese uyeke ukugwazela izintombi (Sithi shela wena uzobona) Mawungakasheli angeke ungitshele lutho Mawungakasheli angeke ungitshele lutho Futhi maw'ngazuqonywa angeke ungitshele lutho (Sicuph'unguncu sithi shela) Futhi maw'ngazuqonywa angeke ungitshele lutho (Sicuph'unguncu sithi shela) Shela wena uzobona Shela wena uzobona Shela wena uzobona Aw ng'yoke ngizwe Sez'qomela imali z'yogana kwamabani Sez'qomela imali engabe z'yogana(lafa elihle kakhulu ) Sas'khebeklela thina sikhiph'izinqa obala (Shela wena uzobona) Sas'khebeklela thina sicupha isoka mfana (Shela wena uzobona)