Iso Lami
Khuzani
4:37Ngoba labantu babulala ubaba wami Ngeke izinkomo zami zinikwe bona Ngingamane ngiyolobola komalume Ngeke ngikwazi ukondla abathakathi Ngoba labantu babulala ubaba wami Ngeke izinkomo zami zinikwe bona Ngingamane ngiyolobola komalume Ngeke ngikwazi ukondla abathakathi Beng'lala ngingalele ngivuka ngiyozama Ngizama amalobolo oyokwakha ubuhlob'obuhle Kuthena seng'funa ukuyilobola intombi yase yenqaba intombi Beng'lala ngingalele ngivuka ngiyozama Ngizama amalobolo oyokwakha ubuhlob'obuhle Kuthena seng'funa ukuyilobola intombi yase yenqaba intombi Yangibhek' emehlweni yase ing'bamba ngesandla nami ngavuma Yang'tshel'igama elithi yona ayizwani nomndeni wayo Yangibhek' emehlweni yase ing'bamba ngesandla nami ngavuma Yang'tshel'igama elithi yona ayizwani nomndeni wayo Yang'tshel'igama elithi (Ngoba labantu babulala ubaba wami) Yang'tshel'igama elithi yang'mangaza (Ngeke izinkomo zami zinikwe bona) Kungcono ngiyolobola komalume (Ngingamane ngiyolobola komalume) Ngoba ekhaya kithi babulala ubaba wami (Ngeke ngikwazi ukondla abathakathi) Ngoba labantu babulala ubaba wami Ngeke izinkomo zami zinikwe bona Ngingamane ngiyolobola komalume Ngeke ngikwazi ukondla Ngoba labantu babulala ubaba wami Ngeke izinkomo zami zinikwe bona Ngingamane ngiyolobola komalume Ngeke ngikwazi ukondla abathakathii Mina ngayphendula ngokuthi Vele umuzi omkhulu mase ufuna uk'hlukana (Mase ufuna uk'hlukana) Kuvele kukhonjwe abathakathi (Wena ntombi uyaganga) Engam'bulala kanjan Engam'bulala kanjan ubaba wakho kudala ephila naye wena ntombi yami uyaganga Vele umuzi omkhulu mase ufuna uk'hlukana (Mase ufuna uk'hlukana) Kuvele kukhonjwe abathakathi (Wena ntombi uyaganga) Engam'bulala kanjan Engam'bulala kanjan ubaba wakho kudala ephila naye wena ntombi yami uyaganga Umuzi omkhulu mase ufuna uk'hlukana (Mase ufuna uk'hlukana) Kuvele kukhonjwe abathakathi (Wena ntombi uyaganga) Babengam'bulala kanjan Babengam'bulala kanjan ubaba wakho kudala ephila naye wena ntombi yami uyaganga Mina ngayphendula ngokuthi (Wena ntombi uyaganga) Wena ntombi uyaganga (Wena ntombi uyaganga) Babengam'bulala kanjan Babengam'bulala kanjan ubaba wakho kudala ephila naye ekhaya wena ntombi yami uyaganga (Wena ntombi uyaganga) (Wena ntombi uyaganga) Babengam'bulala kanjan ubaba wakho kudala ephila naye ekhaya wena ntombi yami uyaganga Umuzi omkhulu mase ufuna uk'hlukana Kuvele kukhonjwe abathakathi Babengam'bulala kanjan Babengam'bulala kanjan